Ikhasi o-1 kwa-4
SASTRI COLLEGE
ISIKHUNGO-SEZILIMI - ISIZULU ULIMI LOKUQALA LOKWENGEZA
UKUHLOLWA KOKUPHELA KONYAKA (2018)
IBANGA LESISHIYAGALOMBILI - (GRADE 8) IPHEPHA LESITHATHU
UMHLELI: N.Z. ZONDI ISIKHATHI: 90 AMAMINITHI
UMCUBUNGULI: Z. NZAMA IMIKLOMELO: 30
IMIYALELO KUBAFUNDI
1.
2.
8.
9.
Leli phepha linamakhasi ayisi-
Lehlukaniswe iziQephu eziMBILI
¢ ISIQEPHUA — : Indaba ; (20)
e ISIQEPHUB : Umbhalo odlulisa umyalezo (10)
Fundisisa yonke imiyalelo ngaphambi kokuthi uphendule imibuzo.
Phendula umbuzo OWODWA ISIQEPHU NGASINYE.
Isigephu ngasinye masiqalwe ekhasini ELISHA bese udweba umugga emva kwaleso
siqephu.
Bhala uhlaka lube sekhasini lwalo lodwa.
Bhala usebenzise ulimi ohlolwa ngalo.
Bhala izinombolo zezimpendulo njengoba zibhaliwe embuzweni.
Qaphela upelomagama kanye nokwakheka kwemisho.
10. Bhala ngobunono nangesandla esifundekayo.
Phenya ikhasi
Skip to contentAll 2018 papers 





isiZulu HL Grade 8 Paper 3 NSC November 2018 Question Paper
Grade 8 isiZulu HL Paper 3 question paper from the NSC November Exam 2018, 4 pages. Read online or get the free PDF download, memo linked when available.
Isizulu Hl · Grade 8 · NSC November Exam · 2018 · isizulu. Question paper, 4 pages. Read online or download the PDF.
- Subject
- isiZulu HL
- Grade
- Grade 8
- Language
- Isizulu
- Document type
- Question paper
- Year
- 2018
- Exam period
- NSC November Exam
- Paper
- 3
- Curriculum
- CAPS
- Pages
- 4
- File size
- 246.3 KB
Free to read online, no sign-up needed
Loading document…
Loading document…
1 of 4
This exam
NSC November Exam 2018
- Paper 1Question paper
- Paper 2Question paper
- Paper 3Question paper
Questions in this paper
- Question 1.1Ukubhala nokwethula / Writing & Presenting20 marks
- Question 1.2Ukubhala nokwethula / Writing & Presenting20 marks
- Question 1.3Ukubhala nokwethula / Writing & Presenting20 marks
- Question 1.4Ukubhala nokwethula / Writing & Presenting20 marks
- Question 1.5Ukubhala nokwethula / Writing & Presenting20 marks
- Question 2.1Ukubhala nokwethula / Writing & Presenting10 marks
Document textSearch extracted text and jump to a page.
tkhasi le-2 kwa-4
ISIQEPHU A: INDABA
UMBUZO 1
Khetha isihloko esisodwa kwezilandelayo ubhale ngaso indaba ibe ngamagama angama-30
kuya kwayi-140.
QAPHELA: Bhala uHlaka Wwendaba yakho lube sekhasini lwalo lodwa.
1.1
1.2
1.3
1.4
Esikhathini samanje izingane sezizitshela ukuthi zazi kangcono kunabazali bazo.
Azisabalaleli ngisho bekhuluma nazo. Bhala indaba ngaphansi kwesihloko esithi:
Ubunzima Obubhekene Nabazali Esikhathini Sanamuhia. [20]
Noma
Empilweni siphila nabantu abehlukene. Abanye sibethemba kangangoba sibaxoxela
zonke izimfihlo zethu. Abanye babo sibethemba kakhulu sizibone siphephile uma
sihlezi nabo. Kunesehlakalo esenzekile empilweni yakho esikwenze wagcina
ungasethembi noyedwa umuniu. Bhala indaba ngesihloko esilandelayo:
Kungcono Ukwethemba Itshe Kunokwethemba Umuntu. [20]
Noma
Bhala indaba ngalesi sihioko esilandelayo:
Izinkinga Ezidalwa Ukushiswa Kwezitimela Ezweni Lethu. [20]
Noma
izinga lobugebengu eNingizimu-Afrika lenyuke ngendiela eyesabisayo. Nawe
nomndeni wakho senike nabhekana nokugetshengwa. Bhala indaba ngesihloko
esithi:
Mhia Singeneiwa Izigebengu Ekhaya. [20]
Noma
Phenya ikhasi
Ikhasi le-3 kwa-4
1.5 Khetha isithombe ES!/SODWA kulezi ezilandelayo bese ubhala indaba ngalokho
okukufikelayo emgondweni. Yiphe isihloko esiyifanele indaba yakho.
1.541
41.5.2
Amamaki Esigqephu A: [20]
Phenya ikhasi
Ikhasi le-4 kwa-4
ISIQEPHU B: Umbhalo odlulisa umyalezo
UMBUZO 2
Khetha umbuzo OWODWA kule elandelayo ubhale ngaso kube ngamagama angama-60
kuya kwangama-80.
2.1 Njengoba ufunda lapha eThekwini awuhlali nabazali bakho, uhlala nezihlobo zakho.
Wena ube nenhlanhla esikoleni ofunda kuso yokukhethwa ube ngumfundi
ozokhokhelwa isikole uze ufike ebangeni leshuminambili imali yokufunda ngenxa
yekhono onalo lokudlala ibhola. Bhala inewadi ubhalele umama wakho umxoxele
ngale nhlanhla yakho.
[10]
Noma
2.2 Ngenyanga edlule uHulumeni uphasise umthetho wokuthi umthunzi wezinkukhu
(insangu) usungasetshenziswa ngokusemthethweni. USifiso noSenzo bahlezi
phandle ngesikhathi sekhefu esikoleni bayaxoxa ngalo mthetho. Bhala ingxoxo
phakathi kwalaba bafana ababili laaho omunye wabo ehambisana khona nalo
mthetho, omunye engahambisani nawo.
[10]
Noma
2.3 Inkampani yakwaRevlon eyenza izinto zokunakekelwa kwesikhumba ikhiphe
umkhigizo omusha okumele kwaziswe abathengi ngawo. Njengendlela yokuzitholela
amasentshana ube nenhlanhla yokuqashwa kwaRevion ukuba ubakhangisele
umkhigizo wabo. Bhala-ke isikhangiso ukhangise lo mkhiqizo. Unikeze igama
umkhigizo owukhangisayo.
[10]
Amamaki Esigephu B: [10]
AMAMAKI ESEWONKE: [30]
Noikbufisela ukubhala obunempumelelo ff!
Study this subject
Recommended for this subject

Question paper
isiZulu HL Grade 8 Paper 1 NSC June 2018 Question Paper

Question paper
isiZulu HL Grade 8 Paper 2 NSC June 2018 Question Paper

Question paper
isiZulu HL Grade 8 NSC March Test 2018 Question Paper

Question paper
isiZulu HL Grade 8 Paper 1 NSC November 2018 Question Paper

Question paper
isiZulu HL Grade 8 Paper 2 NSC November 2018 Question Paper

Question paper