Skip to content

isiZulu FAL Grade 12 P3 KwaZulu Natal Mock 2021 QP

Question paperisiZulu FALGrade 1220216 pages

Grade 12 isiZulu FAL Paper 3 question paper from the KwaZulu Natal Mock Exam 2021, 6 pages. Read online or download the free PDF.

Free to read online, no sign-up needed

Answer online

Loading document…

Loading document…

Questions in this paper

Document textSearch extracted text and jump to a page.
Downloaded from hlayiso.com ISIZULU_SEPTEMBER CONTROLTEST PAPER 3 2021 © ISIKHATHI:2,1 HOURS GRADE:12 AMAMAK!I:100 IMIYALELO KWABAHLOLWAYO 1: Leli phepha lehlukaniswe IZIQEPHU EZINTATHU: ISIQEPHU A: Indaba (50) ISIQEPHU B: Imibhalo emide edlulisa imiyalezo (30) ISIQEPHU C: Imibhalo emifishane edlulisa imiyalezo (20) 2. Phendula umbuzo OWODWA esigeshini NGASINYE. 3. Bhala ngolimi ohlolwa ngalo. 4. Qala umbuzo NGAMUNYE ekhasini ELISHA. 5. Hlela umsebenzi wakho (uhlaka) ngamaphuzu noma ngebalazwe (mind map), ulungise amaphutha bese uyawufundisisa. Uhlelo/Uhlaka MALWANDULELE umbhalo ngamunye. 6. Ukuhlela makukhonjiswe ngokubhala igama elithi uhlelo/uhlaka bese kuyethulwa. Kuyancomeka ukuba kudwetshwe umugqa phezu kwemisebenzi yonke yokuhlela. is Uyayalwa ukuba usebenzise isikhathi sokubhala ngale ndlela elandelayo: ISIQEPHU A: Amaminithi angama-80 ISIQEPHU B: Amaminithi angama-40 ISIQEPHU C: Amaminithi angama-30 8. Bhala izinombolo zezimpendulo ngendlela ezihlelwe ngayo kuleli phepha. . Nikeza impendulo ngaYINYE isihloko esifanele. 10. Ungazibali izinloko nezihlokwana lapho usubala inani lamagama omsebenzi wakho. 41. Bhala ngobunono nangesandla esifundekayo.
Downloaded from hlayiso.com ISIQEPHU A: INDABA UMBUZO 1 Khetha isihloko ESISODWA kwezilandelayo ubhale ngaso indaba ibe ngamagama ayi-190 kuya kwangama-240. QAPHELA: Bhala uhlaka lwendaba yakho lube sekhasini lwalo lodwa. ale 1.2 1.3 1.4 1.5 1.6 Kwakungelula Ukudlulisa Lesiya Simo. Umndeni Onenjabulo Uyisisekelo Somphakathi Ophumelelayo. Ukukhuluma Into Ongayazi Kuletha Izinkinga. Ubuhle Nobubi Bokufunda Ngasese Ube Usebenza. Abesifazane Bavikeleke Ngokwanele Yini Emiphakathini Yethu? Bukisisa lezi zithombe ezilandelayo bese ukhetha ESISODWA ubhale ngaso indaba. Nika indaba yakho isihloko. 1.6.1 [Sicashunwe ku-wwwgoogle.com [50] [50] [50] [50] [50] [50]
1.6.2 ™ [Sicashunwe ku-wwwgoog! com [50] 1.6.3 pei [Sicashunwe ku-wwwgoogle.com [50] AMAMAKI ESIQEPHU A: 50
Downloaded from hlayiso.com __ ISIQEPHU B: IMIBHALO EMIDE EDLULISA IMIYALEZO UMBUZO 2 Khetha isihloko ESISODWA kwezilandélayo ubhale ngaso kube ngamagama angama- 80 kuya kwayi-100. 2.1 2.2 2.3 2.4 INCWADI YOBUNGANI Sekuphele iminyaka umalume wakho engenawo umuzi. Ekugcineni useze __ wakwazi ukuthenga umuzi omusha. Bhalela umalume wakho incwadi umbongele. UMLANDO NGOMUFI USilver: Rita) Makhenzi -oneminyaka engama-40, .ushone ngokukhulu . ukuzuma. Umndeni. ucele ukuba ubhale umlando wakhe njengoba senisebenze ndawonye isikhathi eside esibhedlela saseNkonjeni. Bhala umlando ngomufi. |-AJENDA NAMAMINITHI OMHLANGANO Ngesonto eledlule abangani. bakho bacela ukuba nibe nomhlangano wokuqala/wokusungula i-book club ukuze nikhuthazane ngokufunda kanye nokwenza_ okunye kokuzithuthukisa. Kulo mhlangario bacela ukuba ube ngunobhaia wawo. a _Bhala ij-ajenda namaminithi omhlangano. INKULUMO ELUNGISELELWE Udadewenu/umfowenu wenze umcimbi wokubonga ukuthola — iziqu zobudokotela. Bhala inkulumo elungiselelwe ozoyethula njengelungu lomndeni kulo mceimbi. AMAMAKI ESIQEPHU B: [30] [30] [30] [30] 30
Downloaded from hlayiso.com ISIQEPHU C: IMIBHALO EMIFISHANE EDLULISA IMIYALEZO UMBUZO 3 Khetha isihloko ESISODWA ubhale ngaso kube ngamagama angama-60 kuya kwangama-80. 3.1 ISIKHANGISI : Inkampani-yakho ikhigiza/yenza uhlobo olusha Iwensipho yokugeza umzimba. Bhala isikhangisi esinehayo sokukhangisa ngale nsipho. [20] 3.2 IDAYARI Njalo ngonyaka kunomncintiswano womjaho wamabhayisikili webanga lama- 21 km obanjelwa eKapa. Kulo nyaka nawe ufwna ukuwungenela lo mncintiswano. Bhala idayari yezinsuku ezintathu ngozokwenza ngaphambi kokuya kulo mncintiswano ozoba ngomhla ziyisi-5 kuJulayi 2021. [20] 3.3 INKOMBANDLELA Buka umdwebo osekhasini elilandelayo bese ubhala inkombandlela ulandele imicibisholo esuka ezitebhisini zokungena esikoleni uze ufike egunjini lothisha lokuphumula.
Downloaded from hlayiso.com Igumbi Lokwamukela Izivakashi Indiu Yangasese Indawo Yokulindela Abafikayo Igumbi Lokubambela thhovisi Imihlangano’ Lezimali Ihhovisi : . thhovisi Lesekela oo Likathishomkhulu Ihhovisi Likathishomkhulu Likanobhala Wesikole 7 | v IGUMBI LOTHISHA LOKUPHUMULA [Umdwebo wokuziqambela] [20] AMAMAKI ESIQEPHU C: 20 AMAMAKI ESEWONKE: 100

Study this subject

More from Grade 12 isiZulu FAL

View all