Skip to content

isiZulu FAL Grade 12 Paper 1 NSC Supplementary 2017 Memo

MemorandumisiZulu FALGrade 1220177 pages

Grade 12 isiZulu FAL Paper 1 memorandum from the NSC Supplementary Exam 2017, 7 pages. Read online or download the free PDF.

Free to read online, no sign-up needed

Answer online

Loading document…

Loading document…

NSC Supplementary Exam 2017

Questions in this paper

Document textSearch extracted text and jump to a page.
Downloaded from hlayiso.com NATIONAL SENIOR CERTIFICATE IBANGA LE-12 ISIZULU ULIMI LOKUQALA LOKWENGEZA (FAL) IPHEPHA LOKUQALA (P1) FEBRUWARI/MASHI 2017 IMEMORANDAMU AMAMAKI: 80 Leli phepha linamakhasi ayi-7. Akuvumelekile ukukopisha leli phepha Pheqa ikhasi
Downloaded from hlayiso.com IsiZulu Ulimi Lokuqala Lokwengeza (FA L)/P1 2 DBE/Februwari–Mashi 2017 NSC – Imemorandamu ISIQEPHU A: ISIVIVINYO SOKUQONDISISA UMBUZO 1 1.1 1.1.1 I-google.√ (1) 1.1.2 Okubili kwalokhu  I-inthanethi.√/  I-facebook.√/  I-bbm.√/  U-whatsapp.√/  I-twitter.√/  I-instagram.√ (2) 1.1.3 C√/Melika.√ (1) 1.1.4 Yingoba ususize abantu abaningi ngokuthi bathole abangani nezihlobo abakade badukelana nazo.√ (1) 1.1.5 Ngesithombe esinobuso bakhe.√ (1) 1.1.6  Konga isikhathi nemali. √√/  Kusiza ekuhleleni imicimbi ndawonye. √√/  Izimemba zeqembu ziyakwazi ukuxoxa ziphendulane ngaleso sikhathi.√ √ (2) 1.1.7 Okubili kwalokhu:  Ukufaka izithombe. √/  Ukubhala imiyalezo.√/  Ukwakha amaqembu ahlukene.√/  Ukukhangisa ngebhizinisi. √ (Nokunye okunembayo). (2) 1.1.8 Okubili kwalokhu:  Ukuqophisana/Ukuphikisana nezimbangi zabo.√/  Ukukhankasela amaqembu abo.√/  Ukufaka amahlaya okugcina kubakhela abalandeli.√/  Ukwakha ubudlelwane nabalandeli. √/  Ukukhangisa ngeqembu. √ (2) 1.1.9 (a) Uthandwa kakhulu.√√/Uthandwa yiwo wonke umuntu.√√/ Usetshenziswa kakhulu.√√ (2) (b) Ayikho into engenabo ububi bayo.√√ (2) 1.1.10 Yebo, ngoba wonke umuntu ekhaya usuke esebenzisa ifoni yakhe engamnakile omunye.√√ (2) Akuvumelekile ukukopisha leli phepha Pheqa ikhasi
Downloaded from hlayiso.com IsiZulu Ulimi Lokuqala Lokwengeza (FA L)/P1 3 DBE/Februwari–Mashi 2017 NSC – Imemorandamu 1.1.11  Izigebengu zithola kalula imininingwane yomuntu ku-akhawunti yakhe ayisebenzisa ezinkundleni zokuxhumana. √  Abanye bazenza abangani bese becela ukuba nibonane ngoba befuna ukufeza izinhloso zabo √ (Nokunye okunembayo). (2) 1.1.12 Izimpendulo ziyokwehluka: Imiyalezo noma izithombe ezithunyelwe ngezinkundla zokuxhumana zingagcinwa ukusetshenziswa njengobufakazi. (Nokunye okunembayo). (2) 1.1.13 Izimpendulo ziyokwehluka: Isibonelo: Yebo. Ukuze umuntu akwazi ukuzikhethela inkundla yokuxhumana afuna ukuyisebenzisa ngaleso sikhathi asithandayo.√√ NOMA Cha. Abanye abantu abazidingi zonke lezi zinkundla zokuxhumana, bagcina ngokufona nokuthumela umyalezo (sms) kuphela.√√ (Nokunye okunembayo). (2) [24] 1.2 1.2.1 Okubili kwalokhu:  Imihlobiso.√/  Amabhaluni.√/  Izipho.√/  Abantu abeze emcimbini.√/  Amatafula.√/  Ukudla. √/  Iziphuzo. √  Umbhobho wokukhuluma. √ (2) 1.2.2 Yingoba balalele inkulumo eyethulwa nguyena uLanga.√√ (2) 1.2.3 Ukujabula, ngoba uyamamatheka/uyahleka.√√ (2) [6] AMAMAKI ESIQEPHU A: 30 Akuvumelekile ukukopisha leli phepha Pheqa ikhasi
Downloaded from hlayiso.com IsiZulu Ulimi Lokuqala Lokwengeza (FA L)/P1 4 DBE/Februwari–Mashi 2017 NSC – Imemorandamu ISIQEPHU B: UKUFINGQA UMBUZO 2 Amaphuzu angabhekwa: Amaphuzu acashuniwe Amaphuzu alindelekile 1. 'Iyunifomu ikunika umdlandla 1. Umuntu uma egqoke iyunifomu wokuzazi ukuthi ungubani futhi uyazazi ukuthi ungubani futhi uhloseni ufunani ngempilo yakho.' ngempilo yakhe. 2. 'Abantu uma sebegqoke iyunifomu 2. Iyunifomu yenza amazinga emvelaphi angeke ukwazi ukuhlukanisa ukuthi yabantu afane kungabikho ubani ongcono kunomunye.' ukucwasana. 3. 'Umuntu oneyunifomu uyasigcina 3. Iyunifomu yenza ungabi nesikhathi isikhathi ngoba akanayo inkinga osichithayo futhi ungaxakeki yokuthi uzogqokani.' ngozokugqoka. 4. 'Iyunifomu iyakusiza ukukuvikela 4. Akulula ukuthola izifo nokungcola emzimbeni, ezifweni kwezimpahla zakho ngoba iyunifomu nasezingutsheni zakho zokugqoka iyakuvikela. ngesikhathi somsebenzi.' 5. 'Umuntu ogqoka iyunifomu wonga 5. Imali oyongayo ngokugqoka imali nezimpahla zakhe zokugqoka iyunifomu ingakusiza ekwenzeni zihlale zizintsha.' ezinye izinto. 6. 'Iyunifomu iyakusiza ukuba ube 6. Awubi namahloni okuthi ugqoke nokuzethemba ikunika isithunzi kanjani ngoba iyunifomu ikunika ('dignity').' isibindi. 7. 'Lokhu kusiza ukuthi abasebenzi 7. Emsebenzini akekho obukela phansi bazibone belingana futhi omunye ngoba nizibona nifana futhi bemukelekile.' nilingana. Ukufingqa kumele kumakwe ngale ndlela: Ukwabiwa Kwamamaki:  Amamaki ayi-7 ngamaphuzu ayi-7 (Iphuzu lilinye labelwa imaki elilodwa).  Amamaki ama-3 abelwa ukusetshenziswa kahle koLimi.  Isamba samamaki-10. Ukwabiwa Kwamamaki Okusetshenziswa Kolimi Lapho Umfundi Esebenzise Awakhe Amagama:  Iphuzu eli-1 kuya kwama-3: Uklonyeliswa ngemaki eli-1.  Amaphuzu ama-4 kuya kwama-5: Uklonyeliswa ngamamaki ama-2.  Amaphuzu ayi-6 kuya kwayi-7: Uklonyeliswa ngamamaki ama-3.  Umfundi makangaphucwa amamaki ngoba ecaphune amaphuzu njengoba enjalo.  Makangaphucwa futhi amamaki ngoba efingqe ngesigaba. Ukwabiwa Kwamamaki Okusetshenziswa Kolimi Lapho Umfundi Ecaphune Njengoba Kunjalo Esiqeshini:  Amaphuzu ayi-6 kuya kwayi-7: Akaklonyeliswa lutho.  Iphuzu eli-1 kuya kwama-5: Uklonyeliswa ngemaki eli-1. Akuvumelekile ukukopisha leli phepha Pheqa ikhasi
Downloaded from hlayiso.com IsiZulu Ulimi Lokuqala Lokwengeza (FA L)/P1 5 DBE/Februwari–Mashi 2017 NSC – Imemorandamu QAPHELA: Ukubalwa Kwamagama:  Abamakayo kulindeleke ukuthi babale inani lamagama asetshenzisiwe.  Awekho amamaki asuswayo uma umfundi engalibhalanga inani lamagama asetshenzisiwe noma elibhalile kodwa kungesilona.  Uma inani lamagama asetshenzisiwe leqile, omakayo kumele afunde wonke umusho wokugcina ngaphezu kwenani lamagama elibekiwe awuqede, angabe esakunaka okunye okuza emva kwalowo musho. AMAMAKI ESIQEPHU B: 10 Akuvumelekile ukukopisha leli phepha Pheqa ikhasi
Downloaded from hlayiso.com IsiZulu Ulimi Lokuqala Lokwengeza (FA L)/P1 6 DBE/Februwari–Mashi 2017 NSC – Imemorandamu ISIQEPHU C: UHLELO NOKUSETSHENZISWA KOLIMI 3.1 Ephephandabeni Isolezwe.√ (1) 3.2 Ukuheha√√/ukudonsa amehlo abantu.√√ (2) 3.3 Okubili kwalokhu:  Thenga iphephandaba Isolezwe zonke izinsuku.√/  Khipha ifomu yokungenela enezikhala zezithombe zezimoto eziyisi-5.√/  Sika isithombe esinemoto njalo ngosuku usinamathisele.√/  Faka ifomu ebhokisini elisehhovisi lephephandaba Isolezwe.√ (2) 3.4 A√/Imoto entsha.√ (1) 3.5 Ukuthumela amafomu amaningi/indathane.√√/Ukugcwalisa amafomu amaningi uwathumele ehhovisi lephephandaba Isolezwe.√√ (2) 3.6 Izimpendulo ziyokwehluka: Yebo. Okukodwa kwalokhu:  Angayithatha ayibeke imoto aze athole izincwadi zokushayela√√/  Angayithengisa athole imali. √√/  Isikhangisi asinayo imibandela emayelana nezincwadi zokushayela. √√ (Nokunye okunembayo). (2) [10] UMBUZO 4 4.1 Ukwakha izindlu.√ (1) 4.2 Ithi uZuka unemali eningi.√√/usenemali yonke.√√/ Uyisigwili√√/ uyisicebi.√√ (2) 4.3 Mfowethu sazilibazisa ngokuganga esikoleni, sadlala ngemali yabazali namathuba.√√ (2) 4.4 Ikhaya elihlala izingane ezashonelwa abazali.√√/ Izingane ezingenabani.√√ (2) 4.5 C√/Amasokisi anezimbobo.√ (1) 4.6 Izimpendulo ziyokwehluka. Yebo. Okukodwa kwalokhu:  Ngangiyolicela ngoba angisebenzi.√√/  Ngoba hleze akayena umuntu omamba igqubu. √√ NOMA Cha, ngangizoba namahloni okuthi ngangifunda naye futhi ngangimhleka esikoleni.√√ (2) (Nokunye okunembayo). [10] Akuvumelekile ukukopisha leli phepha Pheqa ikhasi
Downloaded from hlayiso.com IsiZulu Ulimi Lokuqala Lokwengeza (FA L)/P1 7 DBE/Februwari–Mashi 2017 NSC – Imemorandamu UMBUZO 5 5.1 5.1.1 Umhlaba wonke uzolwa nokucwasa ngokobuhlanga.√/ Umhlaba wonke uyolwa nokucwasa ngokobuhlanga. √ (1) 5.1.2 Imfunjwana. (-nj-√, -ana-√) (2) 5.1.3 Abantu baseNingizimu Afrika bayacwaswa ngokobuhlanga.√ (1) 5.1.4 Nksz.√ (1) 5.1.5 D√/Ibizombaxa.√ (1) 5.1.6 Abalwela amalungelo abantu bayakugxeka ukucwasana.√√ (2) 5.1.7 Iqhude.√ (1) 5.1.8 Isibusiso√ (1) 5.1.9 (a) nse√ (1) (b) mbo√ (1) 5.1.10 Bonke Imisho iyokwehluka. Isibonelo: Abafana bonke√ bafikile esikoleni. √ (2) 5.2 5.2.1 UCandice.√ (1) 5.2.2 UPrianca√, ngoba uthi inkolo yakhe ingcono kunazo zonke izinkolo.√ (2) 5.2.3 (a) C√/i-Xenaphobia.√ (1) (b) A√/Ukucwasa ngokobuhlanga.√ (1) (c) B√/Ukucwasa ngokobulili.√ (1) [20] AMAMAKI ESIQEPHU C: 40 AMAMAKI ESEWONKE: 80 Akuvumelekile ukukopisha leli phepha

Study this subject

More from Grade 12 isiZulu FAL

View all