Skip to content

isiZulu FAL Grade 12 Paper 1 NSC June 2017 Memo

MemorandumisiZulu FALGrade 1220177 pages

Grade 12 isiZulu FAL Paper 1 memorandum from the NSC June Exam 2017, 7 pages. Read online or get the free PDF download, question paper linked when available.

Free to read online, no sign-up needed

Answer online

Loading document…

Loading document…

NSC June Exam 2017

Questions in this paper

Document textSearch extracted text and jump to a page.
Downloaded from hlayiso.com SENIOR CERTIFICATE EXAMINATIONS ISIZULU ULIMI LOKUQALA LOKWENGEZA (FAL) IPHEPHA LOKUQALA (P1) 2017 IMEMORANDAMU AMAMAKI: 80 Le memorandamu inamakhasi ayi-7. ISIQEPHU A: ISIVIVINYO SOKUQONDISISA UMBUZO 1 1.1 1.1.1 ESoweto.√ (1) 1.1.2 Umuntu owenza okudlulele kunabanye.√√ (2) Akuvumelekile ukukopisha leli phepha Pheqa ikhasi
Downloaded from hlayiso.com IsiZulu Ulimi Lokuqala Lokwengeza (FAL)/P1 2 DBE/2017 SCE – Imemorandamu 1.1.3 UZoyithola Kanjani Uhlel’ Ekhoneni.√ (1) 1.1.4 C√/Edume kakhulu.√ (1) 1.1.5 Okukodwa kwalokhu: • Babesebenza ngokuzimisela. √√/ • Babenothando lomculo. √√/ • Bathuthukisa umculo we-Kwaito. √√ (2) 1.1.6 Abangani bakhe bamjabulisa ngokuhlela ikhonsathi yomculo lapho ayeyokhuluma khona nabalandeli bakhe.√ (1) 1.1.7 UBless noLollipop sebadlula emhlabeni.√√ (2) 1.1.8 Waboshwa wagwetshwa unyaka nohhafu ngokuntshontsha imoto.√√/Wafunda ukuthi ubugebengu abubuyiseli/abukhokheli. √√ (Nokunye okunembayo okuyoshiwo umfundi okuhambisana nalokhu okungenhla.) (2) 1.1.9 Okubili kwalokhu: • Wayenethalente. √/ • Wayezimisela.√/ • Wayenomdidiyeli ozimiselayo. √ • Wayecula ngezilimi ezahlukene. √ • Umculo wakhe wawunesifundo. √ (2) 1.1.10 (a) Ukuzwana kakhulu √√/Abangani abangahlukani. √√/ Basondelene kakhulu. √√ (2) (b) Ukwenza into eyenza uhlonishwe emphakathini. √√/ Ukwenza into egqamile emphakathini. √√/ Ukwenza into ewusizo emphakathini. √√ (2) 1.1.11 Okukodwa kwalokhu: • Kwanikeza ubufakazi bokuthi abantu bezinhlanga ezahlukene bangakwazi ukusebenzisana.√√/ • Kwanciphisa ukucwasana kwezinhlanga zaseNingizimu Afrika. √√/ • Abantu bathatheka bayithenga i-albhamu yabo. √√ (2) Akuvumelekile ukukopisha leli phepha Pheqa ikhasi
Downloaded from hlayiso.com IsiZulu Ulimi Lokuqala Lokwengeza (FAL)/P1 3 DBE/2017 SCE – Imemorandamu 1.1.12 Ngiyavumelana ngoba kwangena imiyalezo evela emazweni ahlukene, iculo lakhe ‘iNkalankatha’ ladlalwa emisakazweni eminingi.√√ (2) 1.1.13 Izimpendulo ziyokwehluka: Isibonelo: Yebo, ngoba izingane zabafana ziyamdinga umuntu wesilisa ekukhulisweni kwazo. √√ NOMA Cha, ngoba ezinye izingane zikhuliswa ngabazali abangabodwana kodwa zikhule kahle. √√ (Nokunye okunembayo). (2) 1.2 1.2.1 Okubili kwalokhu: • Ukusebenzisa umakhalekhukhwini eshayela.√/ • Ukudla eshayela. √/ • Ukuphuza eshayela.√ (2) 1.2.2 Okukodwa kwalokhu: • Angashayisa ingane egibele ibhayisikili. √√/ • Angangena engozini engathatha impilo yakhe noma imlimaze.√√/ • Angashayisa izihlahla nezindlu eziseduze nomgwaqo.√√ (2) 1.2.3 Okukodwa kwalokhu: • Kunemizi/ kunamajalidi/ kunezindlu.√√/ • Indawo yabantu abahamba ngezinyawo. √√/ • Ingane edlala ibhayisikili emgwaqweni. √√ (2) AMAMAKI ESIQEPHU A: 30 Akuvumelekile ukukopisha leli phepha Pheqa ikhasi
Downloaded from hlayiso.com IsiZulu Ulimi Lokuqala Lokwengeza (FAL)/P1 4 DBE/2017 SCE – Imemorandamu ISIQEPHU B: UKUFINGQA UMBUZO 2 Amaphuzu angabhekwa: Amaphuzu acashuniwe Amaphuzu alindelekile 1. Isisindo namafutha kuyinkinga 1. Ziningi izifo ezahlukene ezingadalwa ukulwa nakho emzimbeni futhi isisindo namafutha./ Kubalulekile kwenza/kubangela izifo ukuzijwayeza amanzi ashisayo ezahlukene. /Ekuseni uma uvuka anolamula njalo ekuseni. kufanele uphuze inkomishi yamanzi afudumele anolamula zonke izinsuku. 2. Ukuzivocavoca ngokwenza 2. Ukunyakazisa umzimba kungakusiza ama-aerobics nokuhamba ukwehlisa isisindo somzimba wakho. imizuzu engama-60 kwenza ujuluke, lokhu kungehlisa isisindo somzimba wakho. 3. Ukugwema (ukuyeka) utshwala, 3. Zama ukuyeka iziphuzo ezidakayo iziphuzo nejusi enoshukela nezinoshukela omningi. omningi kubalukekile. 4. Kudingeka usebenzise i-olive oil 4. Qiniseka ukusebenzisa amafutha uma upheka. e-olive kanye nokudla okunamavithamini. 5. Isikhathi odla ngaso isidlo 5. Jwayela ukudla ngesikhathi esifanayo sasebusuku masibe ngaphambi njalo kusihlwa kungabi ngemuva kwehora lesi-7. kwehora lesi-7. 6. Thenga ukudla okunezithako 6. Gwema ukudla okufakwe izinto ezinoshukela omncane noma ezinoshukela omningi ukuze unciphe ezingenawo. emzimbeni. 7. Umzimba udinga ukudla okuxube 7. Kumele ubhalansise ukudla imisoco elingene ukuze usebenze okunomsoco ukuze umzimba ube kahle. sesimweni esifanele. Akuvumelekile ukukopisha leli phepha Pheqa ikhasi
Downloaded from hlayiso.com IsiZulu Ulimi Lokuqala Lokwengeza (FAL)/P1 5 DBE/2017 SCE – Imemorandamu Ukufingqa kumele kumakwe ngale ndlela: Ukwabiwa Kwamamaki: • Amamaki ayi-7 ngamaphuzu ayi-7 (Iphuzu lilinye labelwa imaki elilodwa). • Amamaki ama-3 abelwa ukusetshenziswa kahle koLimi. • Isamba samamaki-10 Ukwabiwa Kwamamaki Okusetshenziswa Kolimi Lapho Umfundi Esebenzise Awakhe Amagama: • Iphuzu eli-1 kuya kwama-3: Uklonyeliswa ngemaki eli-1. • Amaphuzu ama-4 kuya kwama-5: Uklonyeliswa ngamamaki ama-2. • Amaphuzu ayi-6 kuya kwayi-7: Uklonyeliswa ngamamaki ama-3. Ukwabiwa Kwamamaki Okusetshenziswa Kolimi Lapho Umfundi Ecaphune Njengoba Kunjalo Esiqeshini: • Amaphuzu ayi-6 kuya kwayi-7: Akaklonyeliswa lutho. • Iphuzu eli-1 kuya kwama-5: Uklonyeliswa ngemaki eli-1. QAPHELA: Ukubalwa Kwamagama: • Abamakayo kulindeleke ukuthi babale inani lamagama asetshenzisiwe. • Awekho amamaki asuswayo uma umfundi engalibhalanga inani lamagama asetshenzisiwe noma elibhalile kodwa kungesilona. • Uma inani lamagama asetshenzisiwe leqile, omakayo kumele afunde wonke umusho wokugcina awuqede, angabe esakunaka okunye okuza emva kwalowo musho. AMAMAKI ESIQEPHU B: 10 Akuvumelekile ukukopisha leli phepha Pheqa ikhasi
Downloaded from hlayiso.com IsiZulu Ulimi Lokuqala Lokwengeza (FAL)/P1 6 DBE/2017 SCE – Imemorandamu ISIQEPHU C UMBUZO 3 3.1 Kukhangiswa usuku lomhlaba lokudla.√ (1) 3.2 UMnyango wezoLimo, ezaMahlathi nezokuDoba. √√ (2) 3.3 Yebo, ngoba zicacisa lokho okukhulunywa ngakho esikhangisweni.√√/ Ziveza amahlathi, ukudoba, nokudla okulinywayo (ummbila) okuhambisana nawo uMnyango kaHulumeni osesikhangisweni.√√ (2) 3.4 D√/Ukusho yonke into.√ (1) 3.5 Ukuthi wonke umuntu uzothola ubhasikidi onezithelo namaveji.√√/Ukuthi abantu bazifikele mathupha bezozwa oSolwazi bezemvelo begeqa amagula.√√ (2) 3.6 Izimpendulo ziyokwehluka. Isibonelo: Okukodwa kwalokhu: • Lesi isikhangisi somcimbi ongahlangene nezepolitiki.√√/ • Izikibha zepolitiki zingadala ingxabano nodlame√√ • Ngoba lolu suku luhlanganisa onke amaqembu nabo bonke abantu. (Nokunye okunembayo). (2) [10] UMBUZO 4 4.1 Usaba ukuthi umama uFlo uzobaceba emakhaya ukuthi badojile esikoleni.√√ (2) 4.2 Umuzwa wokudabukisa√/wokuncenga/wokucela.√/wokuhawukisa. √ (1) 4.3 B√/Ukuzizamela.√ (1) 4.4 Okubili kwalokhu: • Ukufeyila/ukungaphumeleli. √/ • Ukungasiqedi isikole. √/ • Ukugcina usuyisigebengu. √ • Usalela emuva emsebenzini.√ (Nokunye okunembayo). (2) 4.5 UMlungisi uhluphekile/uxakekile, ufuna itoho ngoba useqedile esikoleni kodwa akawutholi umsebenzi. √ UTbos akahluphekile, udoje esikoleni, ufuna imali yokugembula. √ (2) 4.6 Okubili kwalokhu: • Ukuqinisa imithetho kubantu abahlala emigwaqweni. √/ • Ukwandisa izindawo zokugcina abantu abangenamakhaya. √/ • Ukwandisa amathuba emisebenzi. √ • Amasango ezikole awavalwe ukuze izingane zingeqi. (Nokunye okunembayo). (2) [10] Akuvumelekile ukukopisha leli phepha Pheqa ikhasi
Downloaded from hlayiso.com IsiZulu Ulimi Lokuqala Lokwengeza (FAL)/P1 7 DBE/2017 SCE – Imemorandamu UMBUZO 5 5.1 5.1.1. Ubabamkhulu yena akalungile.√√ (2) 5.1.2 Iqhude.√ (1) 5.1.3 Liyachasisa √√./Ongumnini. √√/Likhombisa ubunikazi.√√ (2) 5.1.4 D√/ibizo+isiphawulo.√ (1) 5.1.5 Izibiliboco>izibilibocwana.√ Imisho iyokwehluka. Isib. Lezi zibilibocwana eniziphekile ziyagulisa.√ (2) 5.1.6 Ugogo wayethi kubaba akamnike/amnike umzukulu azohlala naye.√√/Ugogo wayethi ubaba akamnike/amnike umzukulu azohlala naye.√√ (2) 5.1.7 Unemfuyo.√ (1) 5.1.8 Omakhelwane bamenywa ubabamkhulu njalo ngoKhisimusi.√√ (2) 5.1.9 Bhe.√ (1) 5.2 5.2.1 Ubeshayela uBen ucingo wangaluphendula ngamabomu.√UBen akafuni ukumkhokhela imali yakhe. √/ Akaluphenduli ucingo uBen. (1) 5.2.2 Ukhumbule Fuze s’thandwa sami.√ (1) 5.2.3 • Ukuyophuza itiye.√ • Ukuyobuka i-TV√ (2) 5.2.4 Umbuzombumbulu.√√ (2) [20] AMAMAKI ESIQEPHU C: 40 AMAMAKI ESEWONKE: 80 Akuvumelekile ukukopisha leli phepha

Study this subject

More from Grade 12 isiZulu FAL

View all