You're offline
Skip to content
Memorandum

IsiZulu FAL P3 May June 2016 Memo_hlayiso.com_.pdf

Subject: Isizulu FalGrade 12201616 pages
Download

Loading document…

Loading document…

Document textSearch extracted text and jump to a page.
Downloaded from hlayiso.com SENIOR CERTIFICATE EXAMINATIONS ISIZULU ULIMI LOKUQALA LOKWENGEZA (FAL) IPHEPHA LESITHATHU (P3) 2016 IMEMORANDAMU AMAMAKI: 100 Le memorandamu inamakhasi ayisi-16. Akuvumelekile ukukopisha leli phepha Pheqa ikhasi
IsiZulu Ulimi Lokuqala Lokwengeza (FAL)/P3 Downloaded from hlayiso.com 2 DBE/2016 SCE – Imemorandamu ISIQEPHU A: INDABA QAPHELA: • Ngaso sonke isikhathi sebenzisa irubhrikhi uma umaka umbhalo wokuziqambela (Iphepha lesi-3, ISIQEPHU A). • Amamaki ukusuka ku: 0–50 ahlukaniswe ngokwamazinga amahlanu ngokwezinkomba. • Okubonwa ngakho okuqukethwe, ulimi & isitayela, inkomba ngayinye kumazinga amahlanu ihlukaniswe izingxenye ezimbili kuye ngokwabiwa kwamamaki. Kunengxenye engenhla kanye nengezansi. • Isakhiwo sona asithinteki ekuhlukaniseni ngokwezingxenye. Ayikho ingxenye engenhla noma engezansi. AMARUBHRIKHI OKUHLOLA I-ESEYI ULIMI LOKUQALA LOKWENGEZA [AMAMAKI ANGAMA-50] Okungabonwa ngakho Okungavamile Okunekhono Okusendimeni Okuqalisayo Akwanelisi OKUQUKETHWE & 27–30 22–23 15–17 9–11 3–5 UHLAKA -Impendulo enembayo -Impendulo yakheke kahle -Impendulo eyanelisayo -Impendulo ikhombisa -Impendulo ngaphezu -Imibono eshaya -Imibono inakho ukungahlangani enhlanhlathayo (Izimpendulo kanye kobekulindelekile emhlolweni nehlabahlosile ukulandelana -Imibono engacacile -Imibono edidayo Ingxenye engenhla nemibono) -Imibono ekhaliphile, enokuvuthwa komqondo nokushaya emhlolweni nokungeyona nenganembi Ukuhlela imibono uyihlelela echukuluza ingqondo -Ihleleke kahle kakhulu -Ihleleke eyokuzisungulela -Akuzwakali uhlaka kanye nekhombisa kanye nokulandelana ngokusendimeni kanye -Kukhona kunokuphindaphinda Ukuqonda inhloso, ukuvuthwa komqondo (nokuxhumana) nokulandelana okukhombisa ukuhlela -Akukho ukuhlela kanye izethameli kanye nesimo -Ihleleke ngobunyoninco kumbandakanya (nokuxhumana) okuncane nokulandelana kanye nokulandelana isingeniso, umzimba kanye kmbandakanya nokulandelana AMAMAKI ANGAMA-30 (nokuxhumana) nesiphetho isingeniso, umzimba kumbandakanya kanye nesiphetho isingeniso, umzimba kanye nesiphetho 24–26 18–21 12–14 6–8 0–2 -Impendulo yinhle -Impendulo yakheke kahle -Impendulo enembayo -Impendulo engashayi -Ayikho imizamo kakhulu kepha intula -Imibono ehambisanayo kodwa intula ukucacisa emhlolweni ekhombisa ukuphendula izimpawu ze-eseyi nendaba nehlabahlosile -Imibono iyalandelana -Imibono ithanda ngesihloko Ingxenye engezansi enembayo -Ihleleke kahle kakhulu ngokusendimeni futhi ukuba nhlakanhlaka -Akuhambisani nesihloko -Imibono ekhombisa kanye nokulandelana iyamukeleka futhi iyadida futhi akufanelene ukuvuthwa komqondo (nokuxhumana) -Kukhona okukhomba -Ukuhlela kanye -Akuqondene nesihloko kanye nokukhalipha kumbandakanya ukuhlela kanye nokulandelana akukho futhi kuphithene -Iukhombisa ikhono isingeniso, umzimba kanye nokulandelana lokuhlela kanye nesiphetho (nokuxhumana) nokulandelana kumbandakanya (nokuxhumana) isingeniso, umzimba kumbandakanya kanye nesiphetho isingeniso, umzimba kanye nesiphetho Akuvumelekile ukukopisha leli phepha Pheqa ikhasi
IsiZulu Ulimi Lokuqala Lokwengeza (FAL)/P3 Downloaded from hlayiso.com 3 DBE/2016 SCE – Imemorandamu AMARUBHRIKHI OKUHLOLA I-ESEYI ULIMI LOKUQALA LOKWENGEZA (kuyaqhutshekwa) Okungabonwa ngakho Okungavamile Okunekhono Okusendimeni Okuqalisayo Akwanelisi ULIMI, ISITAYELA & 14–15 10–11 6–7 2–3 0 UKULUNGISA -Ithoni, irejista, isitayela, -Ithoni, irejista, isitayela, -Ithoni, irejista, isitayela, -Ithoni, irejista, isitayela, -Ulimi aluqondakali AMAPHUTHA ulwazimagama ulwazimagama ulwazimagama ulwazimagama -Ithoni, irejista, isitayela kuhambisana kahle kuhambisana kahle kuhambisana kahle kuhambisana kanye nolwazimagama Ithoni, irejista, isitayela, kakhulu nenhloso, nenhloso, izethameli nenhloso, izethameli ngokungagculisi aluhambisani nenhloso, Ingxenye engenhla ulwazimagama izethameli kanye nesimo kanye nesimo kanye nesimo. nenhloso, izethameli izethameli kanye ayahambisana -Ulimi lukhombisa -Ulimi lufanelekile kanye -Ukusetshenziswa kanye nesimo nesimo nenhloso/umthelela kanye ukuzethemba, nokusetshenziswa kolimi ukudlulisa -Ukusetshenziswa -Ulwazimagama nesimo luyancomeka kakhulu kwethoni ngendlela umqondo. kolimi ukudlulisa luncane kakhulu Ukukhethwa kwamagama, -Ithoni ekhomba ukuphoqa efanelekile -Ithoni ifanelekile umqondo akugculisi okwenza kube lukhuni ukusetshenziswa kolimi, kanye namasu obuciko -Kukhombisa ukungabi -Kusetshenziswe -Ithoni nephimbo ukuqonda izimpawu zokuloba, uhlelo, obunembayo namaphutha ohlelweni amasu obuciko akugculisi isipelingi -Akunamaphutha sanhlobo kanye nesipelingi ukukhulisa -Kusetshenziswe ohlelweni kanye -Ibumbeke kahle kakhulu okuqukethwe amasu obuciko AMAMAKI AYI-15 nesipelingi ngokungagculisi -Ikhombise ikhono ukukhulisa eliphezulu lokubumba okuqukethwe 12–13 8–9 4–5 0–1 -Ulimi lukhombisa -Ulimi luyahambisana -Ukusetshenziswa -Ukusetshenziswa ukuzethemba, futhi lufanelekile kolimi okusendimeni kolimi okungekho luyancomeka kakhulu -Ithoni iyahambisana futhi nokungahlangani endimeni -Akunamaphutha ifanelekile okumbalwa -Imisho enhlobonhlobo Ingxenye ohlelweni kanye -Kunamaphutha ambalwa -Ithoni ifanelekile kanye imbalwa noma ayikho nesipelingi ohlelo kanye nesipelingi nokusetshenziswa -Ulwazimagama engezansi -Ikhombise ikhono -Ibumbeke kahle kwamasu obuciko olunomkhawulo eliphezulu lokubumba okunomkhawulo ISAKHIWO 5 4 3 2 0–1 -Ukuthuthuka kwesihloko -Ukuthuthuka nokugeleza -Ukuthuthuka kwendaba -Amaphuzu ambalwa -Amaphuzu Izimpawu zethekisthi, okunembayo kwendaba okulindelekile azwakalayo awatholakali ukuthuthuka kwezigaba -Ukucacisa okunembayo -Ukulandelana -Imisho, izigaba -Imisho kanye nezigaba -Imisho kanye nezigaba kanye nokwakhiwa -Imisho nezigaba -Imisho, izigaba kwakheke kahle kunamaphutha kunamaphutha kwemisho kwakheke kahle kakhulu kuyalandelana futhi -I-eseyi isenawo -I-eseyi isenawo -I-eseyi ayinamqondo kuxubile umqondo umqondo noma AMAMAKI AYISI-5 inamaphutha UKWABIWA KWAMAMAKI 40–50 30–39 20–29 10–19 0–9 Akuvumelekile ukukopisha leli phepha Pheqa ikhasi
Downloaded from hlayiso.com IsiZulu Ulimi Lokuqala Lokwengeza (FAL)/P3 4 DBE/2016 SCE – Imemorandamu Amakhodi Okuqopha Amamaki Kulesi Sigaba • Q: Okuqukethwe • Sk: Isakhiwo • L : Ulimi • St: Isitayela • Pt: Amaphutha • Hl: Uhlaka Amakhodi azosetshenziswa uma kumakwa • QHl =30 (25+5) • LSP =15 (8+4+3) • Sk =05 Amakhodi angasetshenziswa uma kumakwa SP – (dwebela)-isipelingi esingamukelekile. PH – uphawu lokubhala olungemukelekile. L – (dwebela)- ulimi olungemukelekile. // – khombisa isigaba esisha. NK – inkathi engemukelekile. ‘S-I – i-aphostilofi engemukelekile. GL – amagama awalandelani ngokufanele. R – irejista. KM – akwenzi umqondo. ISIV. – isivumelwano esingavumelani. AK – akudingekile. ^ – kunegama elingekho. GN – igama elingcono. / –ukwehlukanisa amagama. ( ) –ukuhlanganisa amagama. Pp – ukuphindaphinda amagama. Akuvumelekile ukukopisha leli phepha Pheqa ikhasi
Downloaded from hlayiso.com IsiZulu Ulimi Lokuqala Lokwengeza (FAL)/P3 5 DBE/2016 SCE – Imemorandamu OKULINDELEKILE MAYELANA NESAKHIWO SEMIBHALO (ISIQEPHU A) • Isingeniso: Siyaheha, siyisigaba esisodwa, singenisa indikimba. • Umzimba: (i) Izigaba zinemiqondo ezwakalayo nenikezelanayo. (ii) Zihleleke kahle/umqondo osekelayo. (iii) Umbhalo nombhalo mawuhambelane nenkathi okumele ubhalwe ngayo. • Isiphetho: (i) Siyisigaba esisodwa. (ii) Makuvele ukuthi umbhalo usuyagoqwa noma uyasongwa. (iii) Selungavela uvo lombhali ngalokho abhala ngakho okungaba ukuxwayisa/ukweluleka/ukuxolisa. Akuvumelekile ukukopisha leli phepha Pheqa ikhasi
Downloaded from hlayiso.com IsiZulu Ulimi Lokuqala Lokwengeza (FAL)/P3 6 DBE/2016 SCE – Imemorandamu ISIQEPHU A: INDABA UMBUZO 1 OKULINDELEKILE MAYELANA NEZIHLOKO ZEZINDABA (ISIQEPHU A) 1.1 Ungabomethemba Umuntu. Izimpendulo zingathinta amaphuzu alandelayo: • Chaza isihloko ngamafuphi. • Ubani owenza ukungathembeki? • Wakwenza kanjani? • Ukungathembeki kwalowo muntu kwayithinta/kwayishintsha kanjani impilo yakho? • Yisiphi isifundo owasithola? • Yisiphi isinqumo owasithatha? Nokunye okuhambisana nesihloko. 1.2 Ngiyaziqhenya Ngesiko Lami. Izimpendulo zingathinta amaphuzu alandelayo: • Yini isiko/amasiko? • Gagula/Yisho uhlobo lwesiko/ amasiko lakho. • Lwenziwa/Enziwa kanjani? • Izizathu zokuziqhenya ngaleli siko/amasiko. • Luyithinta/Ayithinta kanjani imvelaphi yakho kanye nempilo oyiphilayo? • Linjani ikusasa mayelana naleli siko/amasiko? • Yisiphi isifiso sakho ngaleli siko/amasiko? Nokunye okuhambisana nesihloko. 1.3 Ukubaluleka Kokuba Nomazisi (ID). Izimpendulo zingathinta amaphuzu alandelayo: • Chaza ukuthi yini umazisi. • Utholakala kanjani futhi kuphi? • Ukubaluleka kukamazisi: - empilweni yakho - esikoleni - emsebenzini - ekuthatheni izinqumo njengokuvota - ezithuthini zomphakathi • Imiphumela yokungabi/yokungawutholi umazisi. • Umbono wakho ngokuba nomazisi. Nokunye okuhambisana nesihloko. Akuvumelekile ukukopisha leli phepha Pheqa ikhasi
Downloaded from hlayiso.com IsiZulu Ulimi Lokuqala Lokwengeza (FAL)/P3 7 DBE/2016 SCE – Imemorandamu 1.4 Ukufika Kukamakhelwane Omusha Kungaletha Ukuthula Nomsindo Endaweni. Izimpendulo zingathinta amaphuzu alandelayo: • Yini umakhelwane? • Wavevelaphi lo makhelwane • Imibono ephathelene nokuthula okungalethwa ukufika kukamakhelwane omusha. • Imibono ephathelene nomsindo ongalethwa ukufika kukamakhelwane omusha. • Imibono yakho ngokuba nomakhelwane. • Wayevelaphi lo makhelwane? Nokunye okuhambisana nesihloko. 1.5 Abantu Abasha Bayawathola Yini Amathuba Alinganayo Emisebenzi? Izimpendulo zingathinta amaphuzu alandelayo: • Ukuthatha uhlangothi oluvumayo noma oluphikayo. • Yimaphi amathuba alindeleke ukuba anikwe abantu abasha? • Izizathu zokuwathola nokungawatholi amathuba emsebenzini: - Iminyaka - Imfundo - Ubulili - Imvelaphi - Ubuhlanga - Ukukhubazeka - Amakhono - Amathalente • Yini engenziwa ukuvimba lesi simo? Nokunye okuhambisana nesihloko. 1.6 1.6.1 Isithombe Nikeza indaba isihloko esiyifanele. Izimpendulo zingathinta amaphuzu alandelayo: • Izihloko ziyokwehluka. • Ubuntu. • Uphawu lokukhombisa ubumbano. • Ukubambisana/Ukusebenzisana kwabantu abahlukene. • Ukunika isibonelo nesifundo sokubambisana. • Ukugqugquzela ubumbano emiphakathini. • Ukusekelana ezimweni ezahlukene. • Imiphumela yokubambisana kwabantu. QAPHELA: Amaphuzu angehluka kuye ngesihloko esibhalwe ngumfundi. Akuvumelekile ukukopisha leli phepha Pheqa ikhasi
Downloaded from hlayiso.com IsiZulu Ulimi Lokuqala Lokwengeza (FAL)/P3 8 DBE/2016 SCE – Imemorandamu 1.6.2 Isithombe Nikeza indaba isihloko esiyifanele. Izimpendulo zingathinta amaphuzu alandelayo: • Izihloko ziyokwehluka. • Uhlobo lomcimbi, usuku, nesikhathi. • Izipho: • Ukukhetha isipho esifanele. - Ukubaluleka kwesipho. - Ukubaluleka kokupha. - Ukuthola isipho. • Umyalezo odluliswa/olethwa ukuthola/ukunika isipho. • Ubukhulu nobuncane besipho. QAPHELA: Amaphuzu angehluka kuye ngesihloko esibhalwe ngumfundi. 1.6.3 Isithombe Nikeza indaba isihloko esiyifanele. Izimpendulo zingathinta amaphuzu alandelayo: • Izihloko ziyokwehluka. • Ukucwila komkhumbi omkhulu. • Yenzeka kanjani, nini, kuphi? • Isimo sezulu. • Izingqinamba zokuthola usizo nokutholakala komkhumbi. • Umonakalo emkhunjini. • Ukulahleka kwemiphefumulo nabasindile. • Izilwane zasolwandle eziyingozi. • Imindeni nezihlobo. QAPHELA: Amaphuzu angehluka kuye ngesihloko esibhalwe ngumfundi. AMAMAKI ESIQEPHU A: 50 Akuvumelekile ukukopisha leli phepha Pheqa ikhasi
Downloaded from hlayiso.com IsiZulu Ulimi Lokuqala Lokwengeza (FAL)/P3 9 DBE/2016 SCE – Imemorandamu ISIQEPHU B: AMARUBHRIKHI OKUHLOLA IMIBHALO EMIDE EDLULISA IMIYALEZO [AMAMAKI ANGAMA-30] Okungabonwa ngakho Okungavamile Okunekhono Okusendimeni Okuqalisayo Akwanelisi OKUQUKETHWE 16–18 13–15 9–12 6–8 0–5 NESAKHIWO -Impendulo enembayo -Impendulo enhle kakhulu -Impendulo esendimeni -Impendulo esezingeni -Impendulo ikhombisa ngaphezu ekhombisa ulwazi ekhombisa ulwazi eliyisisekelo ekhombisa ukungabi nalo ulwazi Impendulo kanye nemibono kobekulindelekile lwezimpawu zohlobo lwezimpawu zohlobo ulwazi lwezimpawu lwezimpawu zohlobo Ukuhlela imibono -Amasu akhaliphile kanye lombhalo lombhalo zohlobo lombhalo lombhalo Inhloso, izethameli, izakhiwo nokuvuthwa komqondo -Inamathele esihlokweni -Ayinamathele kahle -Ukunamathela -Umqondo nezimiso kanye nesimo -Ulwazi olubanzi -Akunamaphutha esihlokweni kuyabonakala kodwa uyanhlanhlatha lwezimpawu zohlobo -Ukulandelana -Inamaphutha ambalwa kunamaphutha kunamaphutha amaningi AMAMAKI AYI-18 lombhalo kokuqukethwe nemibono, -Ukulandelana -Ukulandelana -Imibono ayilandelani -Umbhalo unamathele kuchazwe kahle futhi kwemibono okuqukethwe kwamaphuzu sanhlobo esihlokweni kusekela isihloko kufanelekile okuqukethwe kubuye -Ukuchaza okumbalwa -Amasu akhombisa -Isakhiwo esifanele -Ukuchaza okumbalwa kungabonakali okusekela isihloko ukuthelelana kanye esinamaphushana kusekela isihloko -Ukuchaza okumbalwa -Akasebenzisanga nhlobo nokulandelana -Isakhiwo esifanelekile kusekela isihloko imithetho yesakhiwo -Acacisa ngokusobala kodwa kunamaphutha -Usebenzise kanye nokusekela isihloko ambalwa ngokunganele imithetho -Isakhiwo esifanele yesakhiwo nesicacile -Kukhona okumbalwa okubalulekile ULIMI, ISITAYELA KANYE 10–12 8–9 6–7 4–5 0–3 NOKULUNGISA -Ithoni, irejista, isitayela, -Ithoni, irejista, isitayela, -Ithoni, irejista, isitayela, -Ithoni, irejista, isitayela, -Ithoni, irejista, isitayela AMAPHUTHA ulwazimagama ulwazimagama ulwazimagama ulwazimagama kanye nolwazimagama kuhambisana kahle kuhambisana kahle kuyahambisana nenhloso, kunokungahambisani akuhambisani nenhloso, Ithoni, irejista, isitayela, kakhulu nenhloso, nenhloso, izethameli izethameli kanye nesimo nenhloso, izethameli izethameli kanye nesimo inhloso/umthelela, izethameli izethameli kanye nesimo kanye nesimo -Kunamaphutha ambalwa kanye nesimo -Kugcwele amaphutha kanye nesimo -Uhlelo lufanelekile futhi -Uhlelo lufanelekile futhi -Ulwazimagama -Uhlelo olungafanelekile futhi kuyadida Ukusetshenziswa kolimi lwakheke kahle kakhulu lwakheke kahle olusendimeni olunamaphutha amaningi -Ulwazimagama kanye nezimiso -Akunamaphutha nhlobo. -Ulwazimagama oluhle -Amaphutha -Ulwazimagama aluhambisani nenhloso Ukukhethwa kwamagama -Akunamaphutha awawuphazamisi olunganele -Umqondo Izimpawu zokuloba kanye umqondo. -Umqondo ufiphele. uyanhlanhlatha kakhulu nesipelingi AMAMAKI AYI-12 UKWABIWA KWAMAMAKI 24–30 18–23 14–17 6–13 0–5 Akuvumelekile ukukopisha leli phepha Pheqa ikhasi
Downloaded from hlayiso.com IsiZulu Ulimi Lokuqala Lokwengeza (FAL)/P3 10 DBE/2016 SCE – Imemorandamu Amakhodi Okuqopha Amamaki Kulesi Sigaba • Q: Okuqukethwe • Sk: Isakhiwo • L: Ulimi • St: Isitayela • Pt: Amaphutha Amakhodi azosetshenziswa uma kumakwa: • QSk =18 • LSP =12 (7+3+2) Akuvumelekile ukukopisha leli phepha Pheqa ikhasi
Downloaded from hlayiso.com IsiZulu Ulimi Lokuqala Lokwengeza (FAL)/P3 11 DBE/2016 SCE – Imemorandamu ISIQEPHU B: IMIBHALO EMIDE EDLULISA IMIYALEZO UMBUZO 2 OKULINDELEKILE: 2.1 INCWADI YOMSEBENZI/ESEMTHETHWENI • Ikheli lobhalayo alibe ngasesandleni sokudla lihamba nosuku. Isib. (16 kuNdasa 2016/16 Mashi 2016/03.16.2016/16/03/2016) • Ikheli lobhalelwayo alibe ngasesandleni sokunxele liqale ngesikhundla sobhalelwayo. • Obhalelwayo makabingelelwe ngesizotha; Isib: Mnumzane/Nkosazane/ Nkosikazi. • Qala ngomusho oyinhloko. • Esigabeni sokuqala umfundi akahlale phezu kodaba olumenze wabhala incwadi. • Esigabeni sesibili umfundi akasekele isizathu sokuba nethuba elingcono lokuqashwa. • Isiphetho masibe sifishane sifingqe isicelo. • Isivaleliso masikhombise isizotha: Yimina Ozithobayo uThandeka Ngcobo (Nksz.) Okulindelekile: (i) Isingeniso (ii) Umzimba (ungaba yizigaba ezimbili). (iii) Isiphetho (makuvele ukuqoqeka kwencwadi). (iv) Amagama awabe inani elifanele. 2.2 UMLANDO NGOMUFI • Kuqala ngesihloko esigqamile esinamagama kamufi aphelele, usuku lokuzalwa nosuku ashone ngalo. • Mawubhalwe ngenkathi edlule. • Isingeniso: - Amagama onke akhe aphelele. - Imininingwane yakhe yonke Isib: uzalwa ngubani/ engowesingaki emndenini, kuphi nendawo. - Usuku ahambe ngalo emhlabeni. • Umzimba: - Isigaba sokuqala: - Imininingwane yemfundo. - Amagalelo nezikhundla. Isigaba sesibili: Imininingwane yasemsebenzini - Indawo akade esebenza kuyona. - Umlando ngomsebenzi wakhe. - Amagalelo nezikhundla emsebenzini. - Aphumelela kukhona/neqhaza abelibambile emphakathini. • Isiphetho: - Abashiyile/nazokhunjulwa ngakho. - Umusho omfushane wokumvalelisa. Isib: Lala uphumule Ngwane … (nokunye) • Amagama awabe inani elifanele. Akuvumelekile ukukopisha leli phepha Pheqa ikhasi
Downloaded from hlayiso.com IsiZulu Ulimi Lokuqala Lokwengeza (FAL)/P3 12 DBE/2016 SCE – Imemorandamu 2.3 I-AJENDA NAMAMINITHI OMHLANGANO • Kumele kube nalezi zihlokwana ezilandelayo: - Isihloko - Usuku - Isikhathi - Indawo - Ukuvula - Abakhona - Abangekho/Abaxolisile - Ukufundwa kwamaminithi omhlangano odlule - Okuvuka/Ezivuka emaminithini - Ezintsha/Ezosuku - Amaphuzu abazokhuluma ngawo - Izinqumo/Izincomo - Ezixubile - Ukuvala • Amagama awabe inani elifanele. 2.4 INKULUMO-MPENDULWANO/INGXOXO • Isingeniso/Isethulo • Ukusetshenziswa kwezimpawu ezifanele. • Amagama abakhulumayo. • Isingeniso: Masikhombise ukwazana/ubungani. • Umzimba: Ingxoxo mayikhule ifike kuvuthondaba. • Isiphetho: Mabavalelisane kahle. • Amagama awabe inani elifanele. AMAMAKI ESIQEPHU B: 30 Akuvumelekile ukukopisha leli phepha Pheqa ikhasi
Downloaded from hlayiso.com IsiZulu Ulimi Lokuqala Lokwengeza (FAL)/P3 13 DBE/2016 SCE – Imemorandamu ISIQEPHU C: AMARUBHRIKI OKUHLOLA IMIBHALO EMIFISHANE EDLULISA IMIYALEZO [AMAMAKI AMGAMA-20] Okungabonwa ngakho Okungavamile Okunekhono Okusendimeni Okuqalisayo Akwanelisi OKUQUKETHWE 9–12 7–8 5–6 3–4 0–2 NESIKHAWO -Impendulo enembayo -Impendulo enhle kakhulu -Impendulo esendimeni -Impendulo esezingeni -Impendulo ikhombisa ngaphezu ekhombisa ulwazi ekhombisa ulwazi eliyisisekelo ekhombisa ukungabi nalo ulwazi Impendulo nemibono kobekulindelekile lwezimpawu zohlobo lwezimpawu zohlobo ulwazi lwezimpawu lwezimpawu zohlobo Ukuhlela imibono -Amasu akhaliphile kanye lombhalo lombhalo zohlobo lombhalo lombhalo Izimpawu/Izimiso kanye nokuvuthwa komqondo -Inamathele esihlokweni -Ayinamathele kahle -Ukunamathela -Umqondo nesimo -Ulwazi olubanzi akunamaphutha esihlokweni kuyabonakala kodwa uyanhlanhlatha lwezimpawu zohlobo -Ukulandelana -Inamaphutha ambalwa kunamaphutha kunamaphutha amaningi AMAMAKI AYI-12 lombhalo kokuqukethwe nemibono, -Ukulandelana kwemibono -Ukulandelana -Imibono ayilandelani -Umbhalo unamathele kuchazwe kahle futhi okuqukethwe kufanelekile kwamaphuzu sanhlobo esihlokweni kusekela isihloko -Ukuchaza okumbalwa okuqukethwe kubuye -Ukuchaza okumbalwa -Amasu akhombisa -Isakhiwo esifanele kusekela isihloko kungabonakali okusekela isihloko ukuthelelana kanye esinamaphushana -Isakhiwo esifanelekile -Ukuchaza okumbalwa -Akasebenzisanga nhlobo nokulandelana kodwa esinamaphutha kusekela isihloko imithetho yesakhiwo -Acacisa ngokusobala ambalwa -Usebenzise kanye nokusekela ngokunganele imithetho isihloko yesakhiwo -Isakhiwo esifanele -Kukhona okumbalwa nesicacile okubalulekile ULIMI, ISITAYELA KANYE 7–8 5–6 4 3 0–2 NOKULUNGISA -Ithoni, irejista, isitayela, -Ithoni, irejista, isitayela, -Ithoni, irejista, isitayela, -Ithoni, irejista, isitayela, -Ithoni, irejista, isitayela AMAPHUTHA ulwazimagama ulwazimagama ulwazimagama ulwazimagama kanye nolwazimagama kuhambisana kahle kuhambisana kahle kuyahambisana nenhloso, kunokungahambisani akuhambisani nenhloso, Ithoni, irejista, isitayela, kakhulu nenhloso, nenhloso, izethameli izethameli kanye nesimo nenhloso, izethameli izethameli kanye nesimo inhloso/umthelela, izethameli izethameli kanye nesimo kanye nesimo -Kunamaphutha ambalwa kanye nesimo -Kugcwele amaphutha kanye nesimo -Uhlelo lufanelekile futhi -Uhlelo lufanelekile futhi -Ulwazimagama -Uhlelo olungafanelekile futhi kuyadida Ukusetshenziswa kolimi lwakheke kahle kakhulu lwakheke kahle olusendimeni olunamaphutha amaningi -Ulwazimagama kanye nezimiso -Akunamaphutha nhlobo -Ulwazimagama oluhle -Amaphutha -Ulwazimagama aluhambisani nenhloso Ukukhethwa kwamagama -Akunamaphutha awawuphazamisi umqondo olunganele -Umqondo Izimpawu zokuloba kanye -Umqondo ufiphele uyanhlanhlatha kakhulu nesipelingi AMAMAKI AYISI-8 UKWABIWA KWAMAMAKI 16–20 13–15 9–12 6–8 0–5 Akuvumelekile ukukopisha leli phepha Pheqa ikhasi
Downloaded from hlayiso.com IsiZulu Ulimi Lokuqala Lokwengeza (FAL)/P3 14 DBE/2016 SCE – Imemorandamu Amakhodi Okuqopha Amamaki Kulesi Sigaba • Q: Okuqukethwe • Sk: Isakhiwo • L: Ulimi • St: Isitayela • Pt: Amaphutha Amakhodi azosetshenziswa uma kumakwa: • QSk =12 • LSP =08 (4+2+2) Akuvumelekile ukukopisha leli phepha Pheqa ikhasi
Downloaded from hlayiso.com IsiZulu Ulimi Lokuqala Lokwengeza (FAL)/P3 15 DBE/2016 SCE – Imemorandamu ISIQEPHU C: IMIBHALO EMIFISHANE EDLULISA IMIYALEZO UMBUZO 3 OKULINDELEKILE 3.1 ISIKHANGISI • Masifakwe ebhokisini. • Isihloko sokukhangiswayo. • Ifonti ehlukene. • Ulimi olusetshenzisiwe. • Imininingwane elindelekile: - Indawo. - Izikhathi zokusebenza. - Izinombolo zocingo/umakhalekhukhwini. - Izinhlobo zezinto/zezimpahla eziwashwayo. • Amagama awabe inani elifanele. 3.2 IPHOSKHADI • Ayifakwe ebhokisini. • Ikheli lobhalelwayo. • Isitembu saseposini. • Usuku nendawo lapho livela khona. • Ukubingelela. • Umyalezo mawunamathele esihlokweni. • Ukuvalelisa. • Amagama awabe inani elifanele. 3.3 IMIYALELO • Izithako: - amanzi angamalitha ayi-6 - ushukela oyizinkomishi ezi-2 - izinkambi zetiye amaphakethe angama-30 - ubisi olungamalitha ama-2 • Indlela yokwenza: - Bilisa amanzi ngeketela elikhulu. - Faka izinkambi ethiphothini noma uzibeke eceleni. - Thela ubisi olushisayo/olubandayo kujeke. - Thela ushukela ezitsheni. - Beka izinkomishi namasoso kanye nezipuni zetiye. - Faka izinkambi namanzi abilayo ezinkomishini. - Faka ushukela nobisi bese uyagoqoza. • Umbono: Lingaphuzwa nezinkwa noma namakhekhe. • Amagama awabe inani elifanele. Akuvumelekile ukukopisha leli phepha Pheqa ikhasi
Downloaded from hlayiso.com IsiZulu Ulimi Lokuqala Lokwengeza (FAL)/P3 16 DBE/2016 SCE – Imemorandamu OKULINDELEKILE MAYELANA NOBUDE NOBUFUSHANE BEMIBHALO • Uma amagama eqe noma ehle esukela ku 1–5 kuyokwamukeleka. • Uma amagama eqe noma ehle esukela ku 6–10 kuyosuswa imaki elilodwa. • Uma amagama eqe noma ehle esukela ku 11–15 kuyosuswa amamaki ama-2. • Uma amagama eqe noma ehle esukela ku 16 kuya ku-20 kuyosuswa amamaki ama-3. AMAMAKI ESIQEPHU C: 20 AMAMAKI ESEWONKE: 100 Akuvumelekile ukukopisha leli phepha

Verified matching documents

The question paper, memo or addendum that belongs with this document.

Published documents with matching subject and grade metadata.

Matched using subject, grade, language, document type and exam metadata.

More from Grade 12 Isizulu Fal

Explore more published documents in this catalogue.

View all