You're offline
Skip to content
Memorandum

IsiZulu FAL P3 May June 2018 Memo_hlayiso.com_.pdf

Subject: Isizulu FalGrade 12201813 pages
Download

Loading document…

Loading document…

Document textSearch extracted text and jump to a page.
Downloaded from hlayiso.com SENIOR CERTIFICATE EXAMINATIONS ISIZULU ULIMI LOKUQALA LOKWENGEZA (FAL) IPHEPHA LESITHATHU (P3) 2018 IMEMORANDAMU AMAMAKI: 100 Le memorandamu inamakhasi ayi-13. Akuvumelekile ukukopisha le memorandamu Pheqa ikhasi
IsiZulu Ulimi Lokuqala Lokwengeza(FAL)/P3 Downloaded from hlayiso.com 2 DBE/2018 SCE – Imemorandamu ISIQEPHU A: IMEMORANDAMU YEZINDABA QAPHELA: • Ngaso sonke isikhathi sebenzisa irubhrikhi uma umaka umbhalo wokuziqambela (Iphepha lesi-3, ISIQEPHU A). • Amamaki ukusuka ku: 0–50 ahlukaniswe ngamazinga amahlanu ngokwezinkomba. • Okubonwa ngakho okuqukethwe, ulimi & isitayela, inkomba ngayinye kumazinga amahlanu ihlukaniswe izingxenye ezimbili kuye ngokwabiwa kwamamaki. Kunengxenye engenhla kanye nengezansi. • Isakhiwo sona asithinteki ekuhlukaniseni ngokwezingxenye. Ayikho ingxenye engenhla noma engezansi. ISIQEPHU A: AMARUBHRIKHI OKUHLOLA I-ESEYI: ULIMI LOKUQALA LOKWENGEZA [AMAMAKI ANGAMA-50] Okungabonwa ngakho Okungavamile Okunekhono Okusendimeni Okuqalisayo Akwanelisi OKUQUKETHWE & UHLAKA 28–30 22–24 16–18 10–12 4–6 -Impendulo enembayo -Impendulo yakheke kahle -Impendulo eyanelisayo -Impendulo ikhombisa -Impendulo enhlanhlathayo (Izimpendulo kanye nemibono) ngaphezu -Imibono eshaya emhlolweni -Imibono inakho ukungahlangani -Imibono edidayo Ingxenye engenhla Ukuhlela imibono uyihlelela kobekulindelekile nehlabahlosile enokuvuthwa ukulandelana nokushaya -Imibono engacacile nenganembi uhlaka -Imibono ekhaliphile, komqondo emhlolweni nokungeyona -Akuzwakali, Ukuqonda inhloso, izethameli echukuluza ingqondo -Ihleleke kahle kakhulu -Ihleleke ngokusendimeni eyokuzisungulela kunokuphindaphinda kanye nesimo kanye nekhombisa kanye nokulandelana kanye nokulandelana -Kukhona okukhombisa -Akukho ukuhlela kanye ukuvuthwa komqondo (nokuxhumana) (nokuxhumana) ukuhlela okuncane nokulandelana AMAMAKI ANGAMA-30 -Ihleleke ngobunyoninco kubandakanya isingeniso, kubandakanya nokulandelana kanye nokulandelana umzimba kanye nesiphetho isingeniso, umzimba (nokuxhumana) kanye nesiphetho kubandakanya isingeniso, umzimba kanye nesiphetho 25–27 19–21 13–15 7–9 0–3 -Impendulo yinhle kakhulu -Impendulo yakheke kahle -Impendulo enembayo -Impendulo engashayi -Ayikho imizamo kepha intula izimpawu ze- -Imibono ehambisanayo kodwa intula ukucacisa emhlolweni ekhombisa ukuphendula Ingxenye engezansiha eseyi enembayo nendaba nehlabahlosile -Imibono iyalandelana -Imibono ithanda ukuba ngesihloko -Imibono ekhombisa -Ihleleke kahle kakhulu ngokusendimeni futhi nhlakanhlaka futhi -Akuhambisani nesihloko ukuvuthwa komqondo kanye nokulandelana iyamukeleka iyadida futhi akufanelene kanye nokukhalipha (nokuxhumana) -Kukhona okukhomba -Ukuhlela kanye -Akuqondene nesihloko -Ikhombisa ikhono kubandakanya isingeniso, ukuhlela kanye nokulandelana akukho futhi kuphithene lokuhlela kanye umzimba kanye nesiphetho nokulandelana nokulandelana (nokuxhumana) (nokuxhumana) kubandakanya kubandakanya isingeniso, isingeniso, umzimba umzimba kanye nesiphetho kanye nesiphetho Akuvumelekile ukukopisha le memorandamu Pheqa ikhasi
IsiZulu Ulimi Lokuqala Lokwengeza(FAL)/P3 Downloaded from hlayiso.com 3 DBE/2018 SCE – Imemorandamu AMARUBHRIKHI OKUHLOLA I-ESEYI: ULIMI LOKUQALA LOKWENGEZA [AMAMAKI ANGAMA-50] (kuyaqhubeka) Okungabonwa ngakho Okungavamile Okunekhono Okusendimeni Okuqalisayo Akwanelisi ULIMI, ISITAYELA & 14–15 11–12 8–9 5–6 0–3 UKULUNGISA AMAPHUTHA -Ithoni, irejista, isitayela, -Ithoni, irejista, isitayela, -Ithoni, irejista, isitayela, -Ithoni, irejista, isitayela, -Ulimi aluqondakali ulwazimagama ulwazimagama ulwazimagama ulwazimagama -Ithoni, irejista, isitayela Ithoni, irejista, isitayela, kuhambisana kahle kuhambisana kahle kuhambisana kahle kuhambisana kanye nolwazimagama ulwazimagama luyahambisana kakhulu nenhloso, nenhloso, izethameli kanye nenhloso, izethameli ngokungagculisi aluhambisani nenhloso, Ingxenye engenhla nenhloso/umthelela kanye izethameli kanye nesimo nesimo kanye nesimo nenhloso, izethameli izethameli kanye nesimo nesimo -Ulimi lukhombisa -Ulimi lufanelekile kanye -Ukusetshenziswa kolimi kanye nesimo -Ulwazimagama luncane Ukukhethwa kwamagama, ukuzethemba, nokusetshenziswa ukudlulisa umqondo -Ukusetshenziswa kolimi kakhulu okwenza kube ukusetshenziswa kolimi, luyancomeka kakhulu kwethoni ngendlela -Ithoni ifanelekile ukudlulisa umqondo lukhuni ukuqonda izimpawu zokuloba, uhlelo, -Ithoni ekhomba ukuphoqa efanelekile -Kusetshenziswe amasu akugculisi isipelingi kanye namasu obuciko -Kukhombisa ukungabi obuciko ukukhulisa -Ithoni nephimbo obunembayo namaphutha ohlelweni okuqukethwe akugculisi AMAMAKI AYI-15 -Akunamaphutha sanhlobo kanye nesipelingi -Kusetshenziswe amasu ohlelweni kanye nesipelingi -Ibumbeke kahle kakhulu obuciko ngokungagculisi -Ikhombise ikhono ukukhulisa okuqukethwe eliphezulu lokubumba 13 10 7 4 -Ulimi lukhombisa -Ulimi luyahambisana futhi -Ukusetshenziswa kolimi -Ukusetshenziswa kolimi ukuzethemba, lufanelekile okusendimeni okungekho endimeni luyancomeka kakhulu -Ithoni iyahambisana futhi nokungahlangani -Imisho enhlobonhlobo -Akunamaphutha ohlelweni ifanelekile okumbalwa imbalwa noma ayikho Ingxenye kanye nesipelingi -Kunamaphutha ambalwa -Ithoni ifanelekile kanye -Ulwazimagama -Ikhombise ikhono ohlelo kanye nesipelingi nokusetshenziswa olunomkhawulo engezansi eliphezulu lokubumba -Ibumbeke kahle kwamasu obuciko okunomkhawulo ISAKHIWO 5 4 3 2 0–1 Izimpawu zethekisthi, -Ukuthuthuka kwesihloko -Ukuthuthuka nokugeleza -Ukuthuthuka kwendaba -Amaphuzu ambalwa -Amaphuzu awatholakali ukuthuthuka kwezigaba kanye okunembayo kwendaba okulindelekile azwakalayo -Imisho kanye nezigaba nokwakhiwa kwemisho -Ukucacisa okunembayo -Ukulandelana -Imisho, izigaba -Imisho kanye nezigaba kunamaphutha -Imisho, izigaba kwakheke -Imisho, izigaba kwakheke kahle kunamaphutha -I-eseyi ayinamqondo AMAMAKI AYISI-5 kahle kakhulu kuyalandelana futhi -I-eseyi isenawo -I-eseyi isenawo kuxubile umqondo umqondo noma inamaphutha Akuvumelekile ukukopisha le memorandamu Pheqa ikhasi
Downloaded from hlayiso.com IsiZulu Ulimi Lokuqala Lokwengeza(FAL)/P3 4 DBE/2018 SCE – Imemorandamu Amakhodi Okuqopha Amamaki Kulesi Sigaba: • Q: Okuqukethwe • Sk: Isakhiwo • L : Ulimi • St: Isitayela • Pt: Amaphutha • Hl: Uhlaka Amakhodi azosetshenziswa uma kumakwa: • QHl =30 (25+5) • LSP =15 (8+4+3) • Sk = 05 Amakhodi azosetshenziswa uma kumakwa: SP – (dwebela)-isipelingi esingamukelekile. PH – uphawu lokubhala olungemukelekile. L – (dwebela)- ulimi olungemukelekile. // – khombisa isigaba esisha. NK – inkathi engemukelekile. GL – amagama awalandelani ngokufanele. R – irejista. KM – akwenzi umqondo. ISIV. – isivumelwano esingavumelani. AK – akudingekile. ^ – kunegama elingekho. GN – igama elingcono. / –ukwehlukanisa amagama ( ) –ukuhlanganisa amagama Pp – ukuphindaphinda amagama OKULINDELEKILE MAYELANA NESAKHIWO SEMIBHALO (ISIQEPHU A) • Isingeniso: Siyaheha, siyisigaba esisodwa, singenisa indikimba. • Umzimba: (i) Izigaba zinemiqondo ezwakalayo nenikezelanayo. (ii) Izigaba zihleleke kahle/umqondo osekelayo. (iii) Umbhalo nombhalo mawuhambelane nenkathi okumele ubhalwe ngayo. • Isiphetho: (i) Siyisigaba esisodwa. (ii) Makuvele ukuthi umbhalo usuyagoqwa noma uyasongwa. (iii) Selungavela uvo lombhali ngalokho abhala ngakho okungaba ukuxwayisa/ukweluleka/ukuxolisa. Akuvumelekile ukukopisha le memorandamu Pheqa ikhasi
Downloaded from hlayiso.com IsiZulu Ulimi Lokuqala Lokwengeza(FAL)/P3 5 DBE/2018 SCE – Imemorandamu OKULINDELEKILE MAYELANA NEZIHLOKO ZEZINDABA (ISIQEPHU A) 1.1 Ngibonga Ukunikwa 1.2 Ubuvila Abukhokheli. 1.3 Umngani Weqiniso Ithuba Lesibili. Umbona Ngezikhathi Zokuxakeka/Zobunzima. Izimpendulo zingathinta Izimpendulo zingathinta amaphuzu alandelayo: amaphuzu alandelayo: Izimpendulo zingathinta amaphuzu alandelayo: • Inkathi exubile. • Inkathi yamanje/ • Chaza isihloko eqhubekayo. • Inkathi edlule. ngamafuphi. • Chaza isihloko • Ubudlelwane • Yini eyenze unikwe ngamafuphi. obulindelekile kubantu ithuba lesibili? • Chaza izinhlobo abangabangani. zobuvila: Izib. • Izimo lapho umngani • Ulinikwa ngubani? - obokufunda. kufanele aveze • Ulisebenzisa kanjani - obokusebenza. ubungani beqiniso: ithuba lesibili - obokugeza. - ukugula. owalinikwa/olinikiwe: • Izizathu ezenza umuntu - ukushonelwa. - ekuguquleni isimo avilaphe. - ukungaphumeleli sempilo yakho. • Imithelela yobuvila. kulokhu okwenzayo. -emndenini. - inkinga yemali. • Iseluleko kubantu -emsebenzini wakho. - ukugcina imfihlo abavilaphayo. -esikoleni. ezokufaka engozini. - emphakathini njll. • Ukubaluleka kokuba • Umyalezo nomngani oneqiniso. ongawudlulisela kwabanye abantu abanenhlanhla njengawe yokuthola ithuba lesibili. Nokunye okuhambisana Nokunye okuhambisana Nokunye okuhambisana nesihloko. nesihloko. nesihloko. 1.4 Kufanele Yini Ukuxolela 1.5 Kuningi Okuhle Nokubi 1.6.1 Isithombe Umuntu Ocekele/Owenzele Ngomabonakude. Impilo Yakho Phansi? Nikeza indaba isihloko Izimpendulo zingathinta esiyifanele. Izimpendulo zingathinta amaphuzu alandelayo: amaphuzu alandelayo: Izimpendulo zingathinta • Inkathi yamanje/edlule. amaphuzu alandelayo: • Inkathi yamanje/edlule. Okuhle: • Izihloko ziyokwehluka, • Cacisa ukuthi • Uthola ulwazi Isib. Impumelelo. uyavumelana noma olulandelayo: • Nini? uyaphikisana yini -izindaba ezivela • Kuphi? nesihloko. ezindaweni ezahlukene. • Yini owaphumelela • Xoxa ngesisusa - umculo ohlukene kuyona? sokuxabana kwenu. - amasophi ahlukene • Chaza ukuthi • Ubufakazi obugcwele - ezenkolo waphumelela kanjani. ngento eyanixabanisa. - ezemidlalo. • Imizwa yakho - ezemfashini. yempumelelo. Amaphuzu avumelana Okubi: nesihloko: • Ukuvezwa kwezithombe • Izeluleko ongakhuthaza • Veza lokhu zalokhu okulandelayo: ngazo abanye abantu okulandelayo: -izingozi ezahlukene. ukuze nabo baphumelele. -imizwa yakho -ukuhlukunyezwa ngokwenzeka. kwabantu, izilwane QAPHELA: Amaphuzu -umthelela empilweni nemvelo. angehluka kuye ngesihloko yakho ngalokhu -ukucekelwa phansi esibhalwe ngumfundi. akwenza. kwezakhiwo nempahla. -imibandela yokumxolela kwakho. Nokunye okuhambisana -ukukhombisa ukuthi nesihloko. uyamxolela. Akuvumelekile ukukopisha le memorandamu Pheqa ikhasi
Downloaded from hlayiso.com IsiZulu Ulimi Lokuqala Lokwengeza(FAL)/P3 6 DBE/2018 SCE – Imemorandamu Amaphuzu aphikisana nesihloko: • Izizathu zokungaxoli kungaba yilezi: - indlela owathinteka/ owahlukumezeka ngayo ngalokhu akwenza. - imithelela emibi empilweni yakho ngesenzo sokukucekela/ sokukwenzela phansi. Nokunye okuhambisana nesihloko. 1.6.2 Isithombe 1.6.3 Isithombe . Nikeza indaba isihloko Nikeza indaba isihloko esiyifanele. esiyifanele. Izimpendulo zingathinta Izimpendulo zingathinta amaphuzu alandelayo: amaphuzu alandelayo: • Izihloko ziyokwehluka, • Izihloko ziyokwehluka, Isib. Umonakalo Isib. Isiminyaminya Odalwa Umlilo. Sezimoto Emgwaqweni. • Kuphi? (Traffic) • Nini? • Makubhalwe isingeniso • Izimbangela. esifanele. • Umonakalo. • Sidalwa yini • Usizo. isiminyaminya? • Imiphumela. • Imithelela: • Ungavikelwa kanjani? -kubantu/abasebenzi. -emabhizinisini. -emnothweni. -izingozi. • Izindlela zokugwema isiminyaminya sezimoto emgwaqweni. QAPHELA: Amaphuzu angehluka kuye ngesihloko QAPHELA: Amaphuzu esibhalwe ngumfundi. angehluka kuye ngesihloko esibhalwe ngumfundi. AMAMAKI ESIQEPHU A: 50 Akuvumelekile ukukopisha le memorandamu Pheqa ikhasi
Downloaded from hlayiso.com IsiZulu Ulimi Lokuqala Lokwengeza(FAL)/P3 7 DBE/2018 SCE – Imemorandamu ISIQEPHU B: AMARUBHRIKI OKUHLOLA UMBHALO OMUDE ODLULISA UMYALEZO: ULIMI LOKUQALA LOKWENGEZA [AMAMAKI ANGAMA-30] Okungabonwa ngakho Okungavamile Okunekhono Okusendimeni Okuqalisayo Akwanelisi OKUQUKETHWE 15–18 11–14 8–10 5–7 0–4 NESAKHIWO -Impendulo enembayo -Impendulo enhle -Impendulo esendimeni -Impendulo esezingeni -Impendulo ikhombisa ngaphezu kakhulu ekhombisa ekhombisa ulwazi eliyisisekelo ekhombisa ukungabi nalo ulwazi Impendulo kanye kobekulindelekile ulwazi lwezimpawu lwezimpawu zohlobo ulwazi lwezimpawu lwezimpawu zohlobo nemibono -Amasu akhaliphile zohlobo lombhalo lombhalo zohlobo lombhalo lombhalo Ukuhlela imibono kanye nokuvuthwa -Inamathele esihlokweni, -Ayinamathele kahle -Ukunamathela -Umbhalo Inhloso, izethameli, komqondo ayiphaphalazi esihlokweni, esihlokweni uyanhlanhlatha, izakhiwo nezimiso kanye -Ulwazi olubanzi -Ukulandelana inokuphaphalaza kuyabonakala kodwa kunamaphutha amaningi nesimo lwezimpawu zohlobo kokuqukethwe kancane. kunamaphutha -Imibono ayilandelani lombhalo nemibono, kuchazwe -Ukulandelana -Ukulandelana nhlobo -Umbhalo unamathele kahle futhi kusekela kwemibono kwamaphuzu -Ukuchaza okumbalwa AMAMAKI AYI-18 esihlokweni isihloko okuqukethwe okuqukethwe kubuye okusekela isihloko -Amasu akhombisa -Isakhiwo esifanele kufanelekile kungabonakali -Akasebenzisanga ukuthelelana kanye esinamaphushana -Ukuchaza okumbalwa -Ukuchaza okumbalwa nhlobo imithetho nokulandelana kusekela isihloko kusekela isihloko yesakhiwo -Acacisa ngokusobala -Isakhiwo esifanelekile -Usebenzise kanye nokusekela kodwa kunamaphutha ngokunganele imithetho isihloko ambalwa yesakhiwo -Isakhiwo esifanele -Kukhona okumbalwa nesicacile okubalulekile ULIMI, ISITAYELA 10–12 8–9 6–7 4–5 0–3 KANYE NOKULUNGISA -Ithoni, irejista, isitayela, -Ithoni, irejista, isitayela, -Ithoni, irejista, isitayela, -Ithoni, irejista, isitayela, -Ithoni, irejista, isitayela AMAPHUTHA ulwazimagama ulwazimagama ulwazimagama ulwazimagama kanye nolwazimagama kuhambisana kahle kuhambisana kahle kuyahambisana kunokungahambisani akuhambisani nenhloso, Ithoni, irejista, isitayela, kakhulu nenhloso, nenhloso, izethameli nenhloso, izethameli nenhloso, izethameli izethameli kanye nesimo inhloso/umthelela, izethameli kanye nesimo kanye nesimo kanye nesimo kanye nesimo -Kugcwele amaphutha izethameli kanye nesimo -Uhlelo lufanelekile futhi -Uhlelo lufanelekile futhi -Kunamaphutha -Uhlelo olungafanelekile futhi kuyadida Ukusetshenziswa kolimi lwakheke kahle kakhulu lwakheke kahle ambalwa olunamaphutha -Ulwazimagama kanye nezimiso -Akunamaphutha -Ulwazimagama oluhle -Ulwazimagama amaningi aluhambisani nenhloso Ukukhethwa kwamagama nhlobo. -Akunamaphutha olusendimeni -Ulwazimagama -Umqondo Izimpawu zokuloba kanye -Amaphutha olunganele uyanhlanhlatha kakhulu nesipelingi awawuphazamisi -Umqondo ufiphele. umqondo. AMAMAKI AYI-12 UKWABIWA KWAMAMAKI 25–30 19–23 14–17 9–12 0–7 Akuvumelekile ukukopisha le memorandamu Pheqa ikhasi
Downloaded from hlayiso.com IsiZulu Ulimi Lokuqala Lokwengeza(FAL)/P3 8 DBE/2018 SCE – Imemorandamu Amakhodi Okuqopha Amamaki Kulesi Sigaba: • Q: Okuqukethwe • Sk: Isakhiwo • L: Ulimi • St: Isitayela • Pt: Amaphutha Amakhodi azosetshenziswa uma kumakwa: • QSk = 18 • LSP = 12 (7+3+2) OKULINDELEKILE: 2.1 INCWADI YAKOMKHULU • Ikheli lobhalayo esandleni sokudla elihambisana nosuku, Isib.(29 kuNhlangulana 2018/29 Juni 2018) • Ikheli lobhalelwayo alibe ngasesandleni sokunxele liqale ngesikhundla, Mhleli IMvunge P.O. Box 975 Malahleni 2019 • Obhalelwayo makabingelelwe ngesizotha: Isib. Mnumzane/Nkosazane/Nkosikazi. • Bhala umusho oyisihloko sodaba uwudwebele/ngamagama amakhulu. • Isingeniso: Esigabeni sokuqala bhala isizathu sokubhala incwadi. • Umzimba: Esigabeni sesibili bhala ukubonga/ukuncoma isenzo sobuntu. • Isiphetho: Esigabeni sokugcina bhala ukhuthaze nabanye ngokwenza ubuntu. • Isivaleliso masikhombise isizotha: Yimina ozithobayo uZethu Ngidi (Nksz./Mnu./Nkk.) • Amagama awabe inani elifanele. 2.2 UMLANDO NGOMUFI • Bhala amagama aphelele kamufi nesibongo. • Mawubhalwe ngenkathi edlule. • Isingeniso: • Imininingwane ngomufi: - Amagama akhe onke aphelele - Usuku lokuzalwa nendawo azalelwe kuyo. - Abazali bakhe. - Usuku ahambe ngalo emhlabeni. Akuvumelekile ukukopisha le memorandamu Pheqa ikhasi
Downloaded from hlayiso.com IsiZulu Ulimi Lokuqala Lokwengeza(FAL)/P3 9 DBE/2018 SCE – Imemorandamu Umzimba: Isigaba sokuqala: - Imininingwane yemfundo. - Amagalelo nezikhundla ezikhungweni zemfundo. Isigaba sesibili: - Imininingwane yasemsebenzini. - Amagalelo nezikhundla emsebenzini. - Aphumelela kukhona/neqhaza abelibambile emphakathini. Isiphetho: - Abashiyile emhlabeni. - Umusho omfushane wokumvalelisa. Isib: Lala uphumule Hlomuka … (Nokunye) • Amagama awabe inani elifanele. 2.3 I-AJENDA NAMAMINITHI OMHLANGANO I-Ajenda: • Izihloko ze-Ajenda: - Usuku. - Isikhathi. - Indawo. - Ukuvula nokwamukela. - Abakhona. - Abangekho/Abaxolisile. - Ukufundwa kwamaminithi. - Okuvuka/Ezivuka emaminithini. - Ezintsha/Ezosuku. - Amaphuzu abazokhuluma ngawo. - Izinqumo/Izincomo. - Ezijwayelekile/Ezixubile. - Ukuvala. Akuvumelekile ukukopisha le memorandamu Pheqa ikhasi
Downloaded from hlayiso.com IsiZulu Ulimi Lokuqala Lokwengeza(FAL)/P3 10 DBE/2018 SCE – Imemorandamu Amaminithi Omhlangano: • Abhalwa abe senkathini edlule. • Awabhalwe alandele uhlu lwezihloko eziku-ajenda. Okulindelekile: Isibonelo. Isihloko: Umhlangano wekomidi. Usuku: 27 Juni 2018. Isikhathi: Ngehora le-6 ntambama. Indawo: Ehhovisi leKhansela. Ukuvula: Umhlangano uvulwe ngomthandazo. Abakhona: Amalungu onke ekomidi. Abangekho/Abaxolisile: Abekho. Ukufundwa kwamaminithi: Afundwa unobhala. Okuvuka/Ezivuka emaminithini: Ukwakhiwa kwesiteshi samaphoyisa. Ezintsha/Ezosuku: - Ukulwa nobugebengu. -Izindlela zokuvikela umphakath\ - Ukwakhiwa kwezigungu zomphakathi ('Community Forum'). Izinqumo/Izincomo: - Ukusebenzisana komphakathi namaphoyisa. Ezijwayelekile/Ezixubile: - Ukwandisa amathuba omsebenzi entsheni. - Ukubiyela izikole nezakhiwo zomphakathi. Ukuvala: - Umhlangano wavalwa ngusihlalo ngehora le-10 ebusuku. • Amagama awabe inani elifanele. 2.4 I-INTHAVYU • Isingeniso/Isethulo. • Ukusetshenziswa kwezimpawu ezifanele. • Amagama ababambe iqhaza ngasesandleni sokunxele. • Isingeniso: Ukuzethula kwentatheli yomsakazo iWozanazo FM kumgijimi. • Umzimba: Imibuzo ehleliwe ebhekiswe kumgijimi waseNingizimu Afrika ophume phambili. • Isiphetho: - Intatheli ibonga ithuba kumgijimi. - Imfisela inqubekela phambili kwezokugijima. - Ukuvalelisa. • Amagama awabe inani elifanele. AMAMAKI ESIQEPHU B: 30 Akuvumelekile ukukopisha le memorandamu Pheqa ikhasi
Downloaded from hlayiso.com IsiZulu Ulimi Lokuqala Lokwengeza(FAL)/P3 11 DBE/2018 SCE – Imemorandamu ISIQEPHU C: AMARUBHRIKI OKUHLOLA UMBHALO OMFISHANE ODLULISA UMYALEZO: ULIMI LOKUQALA LOKWENGEZA [AMAMAKI ANGAMA-20] Okungabonwa ngakho Okungavamile Okunekhono Okusendimeni Okuqalisayo Akwanelisi OKUQUKETHWE 10–12 8–9 6–7 4–5 0–3 NESAKHIWO -Impendulo -Impendulo enhle -Impendulo esendimeni -Impendulo esezingeni -Impendulo ikhombisa enembayo ngaphezu kakhulu ekhombisa ekhombisa ulwazi eliyisisekelo ekhombisa ukungabi nalo ulwazi Impendulo nemibono kobekulindelekile ulwazi lwezimpawu lwezimpawu zohlobo ulwazi lwezimpawu lwezimpawu zohlobo Ukuhlela imibono -Amasu akhaliphile zohlobo lombhalo lombhalo zohlobo lombhalo lombhalo Izimpawu/Izimiso kanye kanye nokuvuthwa -Inamathele - Ayinamathele kahle -Ukunamathela -Umbhalo uyanhlanhlatha, nesimo komqondo esihlokweni, esihlokweni, kuyabonakala kodwa kunamaphutha amaningi -Ulwazi olubanzi ayiphaphalazi inokuphaphalaza kunamaphutha -Imibono ayilandelani AMAMAKI AYI-12 lwezimpawu zohlobo -Ukulandelana kancane. -Ukulandelana sanhlobo lombhalo kokuqukethwe -Ukulandelana kwamaphuzu -Ukuchaza okumbalwa -Umbhalo nemibono, kuchazwe kwemibono okuqukethwe okuqukethwe kubuye okusekela isihloko unamathele kahle futhi kusekela kufanelekile kungabonakali -Akasebenzisanga nhlobo esihlokweni isihloko -Ukuchaza okumbalwa -Ukuchaza okumbalwa imithetho yesakhiwo -Amasu akhombisa -Isakhiwo esifanele kusekela isihloko kusekela isihloko ukuthelelana kanye esinamaphushana -Isakhiwo esifanelekile -Usebenzise nokulandelana kodwa esinamaphutha ngokunganele imithetho -Acacisa ambalwa yesakhiwo ngokusobala kanye -Kukhona okumbalwa nokusekela isihloko okubalulekile -Isakhiwo esifanele nesicacile ULIMI, ISITAYELA KANYE 7–8 5–6 4 3 0–2 NOKULUNGISA -Ithoni, irejista, -Ithoni, irejista, isitayela, -Ithoni, irejista, isitayela, -Ithoni, irejista, isitayela, -Ithoni, irejista, isitayela AMAPHUTHA isitayela, ulwazimagama ulwazimagama ulwazimagama kanye nolwazimagama ulwazimagama kuhambisana kahle kuyahambisana nenhloso, kunokungahambisani akuhambisani nenhloso, Ithoni, irejista, isitayela, kuhambisana kahle nenhloso, izethameli izethameli kanye nesimo nenhloso, izethameli izethameli kanye nesimo inhloso/umthelela, izethameli kakhulu nenhloso, kanye nesimo -Kunamaphutha ambalwa kanye nesimo -Kugcwele amaphutha futhi kanye nesimo izethameli kanye -Uhlelo lufanelekile futhi -Ulwazimagama -Uhlelo olungafanelekile kuyadida Ukusetshenziswa kolimi nesimo lwakheke kahle olusendimeni olunamaphutha -Ulwazimagama kanye nezimiso -Uhlelo lufanelekile -Ulwazimagama oluhle -Amaphutha amaningi aluhambisani nenhloso Ukukhethwa kwamagama futhi lwakheke kahle -Akunamaphutha awawuphazamisi -Ulwazimagama -Umqondo uyanhlanhlatha izimpawu zokuloba kanye kakhulu umqondo olunganele kakhulu nesipelingi -Akunamaphutha -Umqondo ufiphele nhlobo AMAMAKI AYISI-8 UKWABIWA KWAMAMAKI 17–20 13–15 10–11 7–8 0–5 Akuvumelekile ukukopisha le memorandamu Pheqa ikhasi
Downloaded from hlayiso.com IsiZulu Ulimi Lokuqala Lokwengeza(FAL)/P3 12 DBE/2018 SCE – Imemorandamu Amakhodi Okuqopha Amamaki Kulesi Sigaba: • Q: Okuqukethwe • Sk: Isakhiwo • L: Ulimi • St: Isitayela • Pt: Amaphutha Amakhodi azosetshenziswa uma kumakwa: • QSk = 12 • LSP = 08 (4+2+2) OKULINDELEKILE: 3.1 IKHADI LESIMEMO • Malifakwe ebhokisini. • Amagama omemayo. • Abamenywayo - Izihlobo nabangani. • Akusetshenziswe ulimi olufanele. • Imininingwane elindelekile: - Usuku. - Indawo. - Isikhathi. - Indlela yokugqoka. - Izinombolo zocingo/umakhalekhukhwini zabazomukela izimpendulo. • Amagama awabe inani elifanele. 3.2 IPHOSIKHADI • Alifakwe ebhokisini. • Ikheli lobhalelwayo. • Isitembu saseposini. • Usuku nendawo lapho livela khona. • Ukubingelela. • Umyalezo mawunamathele esihlokweni. • Ukuvalelisa. • Amagama awabe inani elifanele. Akuvumelekile ukukopisha le memorandamu Pheqa ikhasi
Downloaded from hlayiso.com IsiZulu Ulimi Lokuqala Lokwengeza(FAL)/P3 13 DBE/2018 SCE – Imemorandamu 3.3 INKOMBANDLELA • Suka ekhaya kwa-GG 196 ungene emgwaqweni uLiso Road. • Landela umgwaqo, esandleni sokudla kukhona i-KFC. • Kwesokunxele kukhona iKwaPele Scrab Yard. • Qhubeka, esandleni sokunxele kunenkantolo yemantshi, kwesokudla kunezihlahla. • Zungeza isiyingi ungene emgwaqweni u-GC Cwebezela Highway, ojikela kwesokudla. • Esandleni sokunxele kukhona imakethe yezithelo nezitshalo kanye ne- Isulabasha Township. • Jikela esandleni sokudla ungene kuBusa Rd. • Ekhoneni kunesikole uMsizi HP School, esandleni sokunxele kukhona iSizabasha Stadium. • Dlula iSiyaqhuba Avenue esandleni sokudla. • Uma uqhubeka uzodlula phakathi kweLalakahle BnB neMenzi & Nair Bookshop. • Esandleni sokudla kukhona Umtholampilo Wesifuba. • Ekuxhumaneni kwemigwaqo okungu-T, jikela esandleni sokunxele kuMuhlegeli Rd. • Esandleni sokudla kukhona i-mall yaseDalisu. • Inyuvesi yaseLanga izoba sesandleni sokunxele, uzobe usufikile khona. • Amagama awabe inani elifanele. AMAMAKI ESIQEPHU C: 20 AMAMAKI ESEWONKE: 100 Akuvumelekile ukukopisha le memorandamu

Verified matching documents

The question paper, memo or addendum that belongs with this document.

Published documents with matching subject and grade metadata.

Matched using subject, grade, language, document type and exam metadata.

More from Grade 12 Isizulu Fal

Explore more published documents in this catalogue.

View all
Grade 12 · Isizulu Fal · 2018 · NSC June Exam · Memorandum · Paper 3 · isizulu | Hlayiso | Hlayiso