Skip to content

isiZulu FAL Grade 12 Paper 2 NSC June 2015 Memo

MemorandumisiZulu FALGrade 12201512 pages

Grade 12 isiZulu FAL Paper 2 memorandum from the NSC June Exam 2015, 12 pages. Read online or get the free PDF download, question paper linked when available.

Free to read online, no sign-up needed

Loading document…

Loading document…

NSC June Exam 2015

Document textSearch extracted text and jump to a page.
Downloaded from hlayiso.com GRAAD 12 SENIOR CERTIFICATE EXAMINATION ISIZULU ULIMI LOKUQALA LOKWENGEZA (FAL) IPHEPHA LESIBILI (P2) 2015 IMEMORANDAMU AMAMAKI: 70 Le memorandamu inamakhasi ayi-12. Akuvumelekile ukukopisha leli phepha Pheqa ikhasi
Downloaded from hlayiso.com IsiZulu Ulimi Lokuqala Lokwengeza (FAL)/P2 2 DBE/2015 SCE – Imemorandamu ISIQEPHU A: INOVELI KUSINDA KWEHLELA ENDODENI – SJ Mchunu UMBUZO 1 1.1 UFanyana. (1) 1.2 Zaba nomhlangano zabonisana ukuthi zizokwenzenjani ukusiza abazali bazo. (1) 1.3 Wawuthi ubona kufanele bashintshane ngokulethela abazali babo ukudla njalo ekupheleni kwenyanga. (2) 1.4 Amaphuzu AMABILI kwalandelayo: • Wayethi kungcono uma bezohlala nabo ngoba bazodla lokhu abakudlayo. • Wayethi kuzoncipha izindleko zokwehla benyuka behambisela abazali babo ukudla. • Wayethi akanaso isikhathi sokuya ekhaya njalo ngenxa yomsebenzi awenzayo. (4) 1.5 Wenza umcimbi omuhle omncane. (2) 1.6 • Bagcina bengasenakho ukudla/bengasakwazi ukuziphilisa. • Amadodana akhe abehlukanisa abathatha ayohlala nabo emizini yabo. • Bathola ukuhlukumezeka emizini yamadodana abo. (Nokunye okunembayo okungashiwo umfundi) (3) 1.7 • Wafunda esikoleni sasebusuku. • Wafundela ukushayela waze wathola izincwadi zakho (Nokunye okunembayo okungashiwo umfundi). (2) 1.8 Unkosikazi kaFanyana wayecasulwa ukuthi umamezala wakhe wayefuna bathandaze ngaphambi kokuba balale/ Wayengathandi ukuthi ugogo (2) (uMaNdlovu) wengane alokhu eyibonisa ngokuziphatha kwayo. 1.9 Sasingesihle : • Wayemncisha ukudla. • Wayengamwasheli egqoka izimpahla ezingcolile nezishwabene. (2) 1.10 Simveza njengomlingiswa ohloniphayo, onozwelo nonakekela abantu abadala. (2) 1.11 Wabona amadoda ephonsa enye emgodini ase emjaha naye, wabaleka ngoba esaba ukuthi azombulala. (2) 1.12 Wabashiyela yonke into ayenayo kanye nemali. (2) Akuvumelekile ukukopisha leli phepha Pheqa ikhasi
Downloaded from hlayiso.com IsiZulu Ulimi Lokuqala Lokwengeza (FAL)/P2 3 DBE/2015 SCE – Imemorandamu 1.13 Izimpendulo ziyokwehluka: • Ngangiyobalethela ukudla nemali. • Ngangiyobasiza ukuthola imali yabo yempesheni. (Nokunye okunembayo okungashiwo umfundi) (2) 1.14 Izimpendulo ziyokwehluka. Isibonelo: • Ukuthi hlonipha abazali bakho. • Kubalulekile ukubeka imali eyanele yokuzondla uma ungasasebenzi. • Ungabothembela ezinganeni zakho. (Nokunye okunembayo okungashiwo umfundi) (2) 1.15 Amaphuzu AMABILI kwalandelayo: • Siyafunda ukuthi abantu babeqala ngamuphi umsebenzi uma besafika efemini. • Ukuthi babezithola kanjani izikhundla zokuba izinduna emsebenzini. • Ubudlelwano phakathi kwezinduna nabasebenzi. • Izindlela abantu abaphathwa ngazo ngokwebala. (Nokunye okunembayo okungashiwo umfundi) (2) 1.16 1.16.1 C/Ummeli (1) 1.16.2 D/Umshayeli wezimoto (1) 1.16.3 A/Umcwaningi wamabhuku. (1) 1.16.4 B/Uthisha. (1) [35] NOMA UMBUZO 2 UMSHADO – N Zulu 2.1 Babefundisa/babengothisha. (1) 2.2 Wayedliwa yiphupho likayise. (1) 2.3 Awomshado. (1) 2.4 Umama kaBhekani wayengafuni nokumbona/wayengamthandi ngoba engumfelokazi/edla nezidakamizwa. (2) 2.5 Wathi nguye oyosala noTholi bona bengasekho futhi ufuna ukuhlala nomuntu amthandayo. (2) 2.6 • Kufanele kushiswe impepho • Kufanele kuhlatshwe imbuzi kushwelezwe. (2) Akuvumelekile ukukopisha leli phepha Pheqa ikhasi
Downloaded from hlayiso.com IsiZulu Ulimi Lokuqala Lokwengeza (FAL)/P2 4 DBE/2015 SCE – Imemorandamu 2.7 Imijondolo yaseNyawushane. (1) 2.8 UBhatomu wayefuna ukungena uTholi ngenkani, uTholi engafunI/uBhekani (2) wayefuna ukushada noTholi. 2.9 Amaphuzu AMATHATHU kwalandelayo: • Ubugebengu. • Ukudayiswa nokubhenywa kwezidakamizwa. • Ukuntshontshwa kwabantu. • Imali yomgunyathi. • Umlungu uza ezindaweni zabantu abaMnyama kungabi nacala. • Ukuvakasha kwentombi kubo kasoka. • Ukuthandana kwabantu bobulili obufanayo. (Nokunye okunembayo okungashiwo umfundi) (3) 2.10 Umlingiswa omkhathalelayo umngani wakhe, oneqiniso, oqotho, onothando nonozwelo. (2) 2.11 Isiko lokukhumula inzilo/ukugezwa. (2) 2.12 Kwasha izimpahla zakhe kuwadilophu. (2) 2.13 Amaphuzu AMABILI kwalandelayo: • Ukuhlukunyezwa uBhatomu efuna ukumngena ngenkani. • Washiya umuzi wakhe emakhaya wazohlala emjondolo. • Waphila impilo yobugebengu ukuze aziphilise. • Wayefuna ukuqoma ngoba ejahe ukondliwa. • Walahlekelwa ubuntu, walahla isiko. (Nokunye okunembayo okungashiwo umfundi) (2) 2.14 Wathathwa abantu ababehamba ngemoto ebomvu engaziwa bethi bathunywe nguBhekani. (2) 2.15 Amaphuzu AMABILI kwalandelayo: Imibono iyokwehluka. uLindiwe. • Ufundile uyakwazi ukuziphilisa. • Uphila impilo eqondile akathinteki ebugebengwini. • Abazali bakaBhekani babemthanda okusho ukuthi kukhona okuhle ngaye. • Akanalo udlame, uyahlonipha. Weza emshadweni, wangawuphazamisa. (Nokunye okunembayo okungashiwo umfundi) UTholakele. • Wabe emuhle futhi enomzimba omuhle. • Uyakwazi ukuzizamela/ukuziphilisa. • Uyawakhuluma amaqiniso kwesinye isikhathi. Isib. Washo ukuthi uma uBhekani ezimatanisa naye uzozifaka ezinkingeni. (Nokunye okunembayo okungashiwo umfundi) (2) Akuvumelekile ukukopisha leli phepha Pheqa ikhasi
Downloaded from hlayiso.com IsiZulu Ulimi Lokuqala Lokwengeza (FAL)/P2 5 DBE/2015 SCE – Imemorandamu 2.16 Amaphuzu AMABILI kwalandelayo: • Wayengumfelokazi. • Wayengafundile. • Wayemdala kunoBhekani. • Wayengayazi imvelaphi yakhe. • Wayedla izidakamizwa. • Wayengaziphethe kahle. (Nokunye okunembayo okungashiwo umfundi) (2) 2.17 Imibono iyokwehluka. • Abazali akumele baphoqe/bafake ingcindezi izingane zabo ukuthi ziganwe. • Kumele ulalele lapho abantu bekubonisa. • Kuhle ukuhlonipha amasiko. • Ubugebengu abubuyiseli. • Ungavumeli uthando lukuvale amehlo. (Nokunye okunembayo okungashiwo umfundi) (2) 2.18 2.18.1 C/Wathatha ilobolo likaTholi. 2.18.2 D/Owesifazane oshonelwe indoda. 2.18.3 A/Wayefuna ukungena uTholi. 2.18.4 B/Wayezakhela izibhamu. (4x1) (4) AMAMAKI ESIQEPHU A: 35 Akuvumelekile ukukopisha leli phepha Pheqa ikhasi
Downloaded from hlayiso.com IsiZulu Ulimi Lokuqala Lokwengeza (FAL)/P2 6 DBE/2015 SCE – Imemorandamu ISIQEPHU B: UMDLALO UMBUZO 3: ABABULALI BENYATHI – RM Mngadi 3.1 Basesikhumulweni/babesesiteshini samaphoyisa. (1) 3.2 Usayitsheni. (1) 3.3 Wayeyikhansela. (1) 3.4 UMbandlwa noDlamini. (2) 3.5 UMzizi. (1) 3.6 Ubuhlungu bokufa/bokushona kwabantu (2) 3.7 Yayisesibhedlela. (1) 3.8 C/Ukudelela inkosi. (1) 3.9 Ukunameka izingqwembe ezigxotsheni ezimema umhlangano ngaphandle kokutshela inkosi./ Ukumemezela umhlangano engazange acele imvume enkosini. (2) 3.10 • UDuma noMbandlwa babamba umhlangano. • Kwafika uDlamini namadoda besho iziqubulo ngaphandle. • UDlamini washaya uMbandlwa ngesiqwayi. (nokunye okunembayo) (3) 3.11 Wahanjiswa ukuthi uDuma wayengafuni ukumlalela uma emcela ukuthi ayobonisana nenkosi. (2) 3.12 Kwaba nokuthula endaweni uDuma noShandu baxolelana/kwaphela udlame. (2) 3.13 3.13.1 UShandu uvezwe njengenkosi ezithobayo nenoxolo. Uyakuthanda ukuhlonishwa. (2) 3.13.2 UDuma uvezwe njengomdlali onenkani, odelelayo. Akayihloniphi inkosi. (2) 3.14 Ukukhombisa ukuthi le mibuso kumele ikwazi ukusebenzisana ngoba iphethwe nguHulumeni oyedwa. (Nokunye okunembayo okungashiwo umfundi) (2) 3.15 Izimpendulo zingathinta OKUKODWA kwalokhu: • Ukuthi ekugcineni kwashona uDlamini no Mbandlwa. • Ukuhamba kukaMaShezi ephindela kubo. • Ukuxolelana kwenkosi uShandu noDuma. • Ekuqaleni kwendaba uMaNgema noMaShezi bagqugquzela abayeni babo ngokungavumeli ukudelelwa enye indoda, kodwa ekugcineni bagqugquzela uxolo. • Ekugcineni kwaba khona uxolo kule ndawo. (2) Akuvumelekile ukukopisha leli phepha Pheqa ikhasi
Downloaded from hlayiso.com IsiZulu Ulimi Lokuqala Lokwengeza (FAL)/P2 7 DBE/2015 SCE – Imemorandamu 3.16 Izimpendulo ziyokwehluka. Kufanele ngoba: • Amakhansela angaphansi kukaHulumeni wezwe futhi kungumsebenzi wawo ukuletha intuthuko. Akufanele ngoba: • Kudala uqhekeko emphakathini. • Kwehlisa amandla okuphatha kwamakhosi. (Nokunye okunembayo okungashiwo umfundi) (2) 3.17 IQINISO. UMaShezi nenkosikazi yenkosi uMaNgema bakwazi ukuhlangana baxoxisana kwaba nokuthula endaweni. (2) 3.18 3.18.1 B/UMaNgema 3.18.2 C/UMazongolo 3.18.3 D/Ummeleli 3.18.4 A/Wayehlala kwaMashu/Kubo kuKwaMashu. (4 x 1) (4) [35] NOMA UMBUZO 4 ISIKO NELUNGELO – N Zulu 4.1 Babengabangani. (1) 4.2 Ukuyochazelwa ngesiko. (2) 4.3 UDumisani noThabi. (2) 4.4 Ngeyembe eliluhlaza. (1) 4.5 UManzini/UNyamakayishi. (1) 4.6 C/Owesilisa onentombi eyodwa vo. (1) 4.7 Isiko lokungena/lokungenwa. (2) 4.8 • UThenjiwe washaya uDumisani ngetshe. • UDumisani wakhahlela uThenjiwe esiswini. • USipho wagwaza uDumisani engalweni ngommese. (3) 4.9 • UThenjiwe wayengafuni ukungenwa uDumisani. • Ubaba wakhe wayemphoqa ukuthi akaphindele emzini wakhe. (2) Akuvumelekile ukukopisha leli phepha Pheqa ikhasi
Downloaded from hlayiso.com IsiZulu Ulimi Lokuqala Lokwengeza (FAL)/P2 8 DBE/2015 SCE – Imemorandamu 4.10 Wamfakela ushevu ongujuqu etiyeni/wazama ukumbulala ngoshevu. (2) 4.11 Yamenza washintsha umqondo wavuma ukugana uDumisani. (2) 4.12 4.12.1 UMondise : • Uyalesaba ihlazo. • Uzicabangela yena kuphela. • Unolaka. (2) 4.12.2 UZungu: • Unothando. • Unesihe. • Unesineke. • Unozwela. (2) 4.13 Isiko kumele laziswe lihlonishwe kodwa lingacindezeli amalungelo abantu. Amalungelo akumele asetshenziswe ukufeza izinhloso zabantu, kodwa ahlonishwe. (2) 4.14 • UThenjiwe ugcina eseshada noDumisani waze wamthanda ngempela. • Imindeni yagcina isizwana. (2) 4.15 • Asihambisani neze ngoba akaboshelwanga icala alenza kodwa waboshelwa ukuthi wonise uThenjiwe emshadweni futhi umenza abe nenkani. • Akanikwanga ithuba lokuchaza ngokwenzeka kanti nofakazi wakhe akabizwanga. (2) 4.16 Umbono. Ilobolo lifana nesipho, alifanele liphindiselwe emuva uma indoda isishonile. (2) 4.17 4.17.1 C/Umama kaNondumiso. 4.17.2 D/Umngani kaThenjiwe 4.17.3 A/Umakhelwane wakwaZungu. 4.17.4 B/Imbangi. (4x1) (4) [35] AMAMAKI ESIQEPHU B: 35 Akuvumelekile ukukopisha leli phepha Pheqa ikhasi
Downloaded from hlayiso.com IsiZulu Ulimi Lokuqala Lokwengeza (FAL)/P2 9 DBE/2015 SCE – Imemorandamu ISIQEPHU C: IZINDABA EZIMFUSHANE IZINYEMBEZI ZOTHANDO – DBZ Ntuli (Umhleli) UMBUZO 5 5.1 Mhla Liduma Laduma – MJ Mngadi 5.1.1 ABABILI balaba. • uMaNyandeni • uPhakathi • uLaduma • uMaNyambose (2) 5.1.2 ENyukhasela. (1) 5.1.3 Wayephuthumisa ibhakede endlini yangasese ayofihla imikhwintsho yengane. (1) 5.1.4 C/UMhlaladuma. (1) 5.1.5 ULaduma wayeyixoxela ngosizi lwakhe kanti nayo inosizi lwayo. (2) 5.1.6 Kukhona ababempimpe uLaduma ukuthi uphethe amadayimane/ amaphoyisa ayefuna ukubona ukuthi akakehli yini. (2) 5.1.7 Amaphuzu AMABILI kwalandelayo: • Wayeshaya isigingci, acule izingoma ezinosizi. • Waqamba amanga wathi unina wengane uhambile wayogana wamshiya nengane. • Wayengafuni ukusizwa ngemikhwintsho yengane. (2) 5.1.8 Amaphuzu AMABILI kwalandelayo: • Wayiqabula. • Wavuma ukuyigona. • Wayincelisa yathula yalala zwi. (2) 5.1.9 Wayefuna ukuthi kungabonakali ukuthi uyiphoyisa elizoqapha uLaduma. (2) 5.1.10 IQINISO. • Uyasikhombisa ukuthi noma izigebengu zingasebenzisa maphi amaqhinga kodwa ziyabanjwa. • Ingalo yomthetho yinde. • Ukusivezela ukuhlakanipha okusetshenziswa amaphoyisa ukubamba izigebengu. (Nokunye okunembayo). (2) Akuvumelekile ukukopisha leli phepha Pheqa ikhasi
Downloaded from hlayiso.com IsiZulu Ulimi Lokuqala Lokwengeza (FAL)/P2 10 DBE/2015 SCE – Imemorandamu 5.2 Ingoduso – S Bhengu 5.2.1 Emibili. (1) 5.2.2 Amacala ashiywa nguSipho. (1) 5.2.3 Wayelokhu ehlehla engafuni asondele eduze kwakhe noma amthinte. (1) 5.2.4 D/Ukuthula isikhashana. (1) 5.2.5 Ngangifuna sithi singashada bese siyohlala sobathathu edolobheni mina nawe nendodana yethu. (2) 5.2.6 OKUBILI kwalokhu: • Amaswidi • Isibhamu • Izindodla zemali. (2) 5.2.7 USipho wayezosuke abone ukuthi sewashona/akasaphili. (2) 5.2.8 Wabona ukuthi ibekwaphi, wasika isikhiye, waya khona wangena wayithatha. (2) 5.2.9 OKUBILI kwalokhu: • Yayingewo ugesi • Yayishoda ngezinto zokuhamba. • Umgwaqo wawulibhuqu. • Yindawo enezipoki. • Abantu bangcwatshwa egcekeni. • Izinsizwa zangakhona zisashaya induku. (2) 5.2.10 OKUBILI kwalokhu. • Ukusifundisa ngobungozi bokuhamba ebusuku. • Ubugebengu abukhokheli. • Umuntu oseshonile akakutholi ukuphumula uma ashona kunenkinga engaxazululwanga. (2) 5.2.11 IQINISO. USipho wathi njengoba ephethe isibhamu yingoba wayezozivikela kulabo ababembangisa kuNokwazi. (2) [35] AMAMAKI ESIQEPHU C: 35 NOMA Akuvumelekile ukukopisha leli phepha Pheqa ikhasi
Downloaded from hlayiso.com IsiZulu Ulimi Lokuqala Lokwengeza (FAL)/P2 11 DBE/2015 SCE – Imemorandamu ISIQEPHU D: IZINKONDLO IZINKWAZI ZOTHUKELA/AMAHLOKOHLOKO: EJ Mhlanga no JJ Thwala UMBUZO 6 6.1 Lobu Bungani Ngiyabuhlonipha – BP Dlamini 6.1.1 OWODWA wale migqa elandelayo: • Bungani ngikubuke ngakugqolozela • Ngikuhloniphe ngibuka indlela owakhiwe ngayo (2) 6.1.2 Amanga/amacebo/amaphosiso (1) 6.1.3 Imvumelwano siqalo: Kufike Kuzithemba Kuneqiniso Noma Imvumelwano sigcino: ……. bungani ……. ndini (2) 6.1.4 Yayisesimeni sokujabula ngoba yayincoma ubungani beqiniso. (2) 6.1.5 A/Ukugijima kakhulu. (1) 6.1.6 OKUBILI kwalokhu okulandelayo: • Ukungabi naqiniso • Ukungathembeki • Ukuhlebana • Ukuziphakamisa (nokunye okunembayo) (2) 6.1.7 Kusho ukuthi ubungani babo bakhelwe phezu kwesisekelo esiqinile esingenakuzanyazanyiswa. (2) 6.1.8 Lobu bungani ngingepheze ukubuhlonipha/umugqa -63. (2) 6.1.9 Isifaniso. (2) 6.1.10 Izimpendulo ziyokwehluka: Isibonelo. Cha ngoba: • Abangani bamanje abanalo iqiniso. • Ubungani babo busekelwe ezintweni ezingenasimilo. • Kuba khona ubungani obunezinhloso ezimbi. Akuvumelekile ukukopisha leli phepha Pheqa ikhasi
Downloaded from hlayiso.com IsiZulu Ulimi Lokuqala Lokwengeza (FAL)/P2 12 DBE/2015 SCE – Imemorandamu Yebo ngoba: • Basekhona abantu abangabangani namanje ababengabangani kusukela besakhula. (Nokunye okunembayo okungashiwo umfundi) (2) 6.2 Ngingoweliba – NL Luthuli 6.2.1 I – eleji. (1) 6.2.2 Emhlabathini/Kwamhlaba. (1) 6.2.3 Mina nabo singabeliba. (2) 6.2.4 Ithuna, iliba (2) 6.2.5 C/Awusenandawo (1) 6.2.6 Ukuxhumana siqalo. Umzimba wam' uhlukene nomphefumulo. Umzimb' ubuyele kwamhlab’ emhlabathini. (2) 6.2.7 OKUKODWA kwalokhu: Ngiyazi bayokhala balile, Noma Bathi balahlekelwe, Bathi baf’olwembiza ngokuhamba kwami. (2) 6.2.8 Izimpendulo ziyokwehluka. Izibonelo: • Angeke ngibe nalo uvalo ngoba ngiyilungiselele indlela. • Ngingakwamukela njengoba nembongi isho ukuthi akekho ongeyukufa. • Ngingathandaza. • Ngingaba nokwesaba. (Nokunye okunembayo okungashiwo umfundi) (2) 6.2.9 Bathi bavelelwe ubuhlungu obukhulu obungenakulinganiswa ngokufelwa. (2) 6.2.10 Ulimi olukhombisa ukuthi imbongi iyakholwa/ingumKrestu. (2) [35] AMAMAKI ESIQEPHU D: 35 AMAMAKI ESEWONKE: 70 Akuvumelekile ukukopisha leli phepha

Study this subject

More from Grade 12 isiZulu FAL

View all