You're offline
Skip to content
Question paper

IsiZulu HL P3 Nov 2022 MG_hlayiso.com_.pdf

Subject: Isizulu HlGrade 1220229 pages
Download

Loading document…

Loading document…

Document textSearch extracted text and jump to a page.
Downloaded from hlayiso.com NATIONAL SENIOR CERTIFICATE IBANGA LE-12 ISIZULU ULIMI LWASEKHAYA (HL) IPHEPA LESITHATHU (P3) LWEZI 2022 UMHLAHLANDLELA WOKUMAKA AMAMAKI: 100 Lo mhlahlandlela unamakhasi ayi-9. Akuvumelekile ukukopisha leli phepha Pheqa ikhasi
Downloaded from hlayiso.com IsiZulu Ulimi Lwasekhaya (HL)/P3 2 DBE/Lwezi 2022 NSC – Umhlahlandlela wokumaka ISIQEPHU A: INDABA UMBUZO 1 OKULINDELEKILE MAYELANA NEZIHLOKO ZEZINDABA (ISIQEPHU A) 1.1 Ohlolwayo makakhombise ukuthi uyasiqonda isimo sokukhuluma. Makakhombise ukuthi abantu abaphumeleli ukwenza into ngesikhathi esifanayo. Isb. Kungaba sekhaya, esikoleni, esontweni, njl. [50] 1.2 Ohlolwayo makakhombise ukuthi uyayiqonda ingqikithi yesihloko. Makachaze ukuthi yikuphi lokhu okungajwayelekile okudalwa imvelo. [50] 1.3 Ohlolwayo makakhombise ukuthi uyawaqonda la mazwi okuphethwa ngawo. Isb. Imisebenzi yomuntu emibi/ emihle igcina ivelile. [50] 1.4 Ohlolwayo makakhombise ukuthi uyasiqonda isihloko. Ohlolwayo makaveze inzuzo noma ukubambezeleka empilweni okungadalwa ukuchitha isikhathi ezinkundleni zokuxhumana. Isb. Okukhombisa inzuzo: angabhala ngolwazi olunzulu olutholakala ezinkundleni zokuxhumana. Okukhombisa ukubambezeleka: angabhala ngesikhathi esichitheka ngenxa yokugxila ezinkundleni zokuxhumana. [50] 1.5 Ohlolwayo angakhetha uhlangothi olulodwa oluzofakazela ukuvumelana noma ukuphikisana nesihloko: Ukuvumelana: Ohlolwayo angaveza izibonelo zezinto ezinhle ezizuzwa abafundi ngenxa yokufunda amahora engeziwe. Ukuphikisana: Ohlolwayo angaveza izibonelo zezinto ezingezinhle ezenzeka kubafundi ngenxa yokufunda amahora engeziwe. [50] 1.6 Ohlolwayo makabukisise kahle isithombe bese enika indaba yakhe isihloko esihambisana nesithombe. Makungachazwa isithombe. Isibonelo sesihloko: Umndeni Uyisisekelo Sempilo, Zibanjwa Zimaphuphu, Libunjwa Liseva, njl. [50] 1.7 Ohlolwayo makabukisise kahle isithombe bese enika indaba yakhe isihloko esihambisana nesithombe. Makungachazwa isithombe. Isibonelo sesihloko: Sebenza Kusenesikhathi, Ayikho Inkomo Yobuthongo, Imali Iphelele [50] Ezandleni, njl. 1.8 Ohlolwayo makabukisise kahle isithombe bese enika indaba yakhe isihloko esihambisana nesithombe. Isibonelo sesihloko: Baphela Kanjalo Ubuhlobo Obase Budonse Iminyaka, Zaphela Izinkinga, njl. [50] AMAMAKI ESIQEPHU A: 50 Akuvumelekile ukukopisha leli phepha Pheqa ikhasi
IsiZulu Ulimi Lwasekhaya (HL)/P3 Downloaded from hlayiso.com 3 DBE/Lwezi 2022 NSC – Umhlahlandlela wokumaka UMBUZO 1 QAPHELA:  Ngaso sonke isikhathi sebenzisa irubhrikhi uma umaka umbhalo wokuziqambela (Iphepha lesi-3, ISIQEPHU A).  Amamaki ukusuka ku: 0–50 ahlukaniswe ngokwamazinga amahlanu ngokwezinkomba.  Okuqukethwe, ulimi kanye nenqubo yesitayela, inkomba ngayinye kumazinga amahlanu ihlukaniswe izingxenye ezimbili kuye ngokwabiwa kwamamaki. Kunengxenye engenhla kanye nengezansi.  Isakhiwo sona asithinteki ekuhlukaniseni ngokwezingxenye. Ayikho ingxenye engenhla noma engezansi. AMARUBHRIKHI OKUHLOLA I-ESEYI ULIMI LWASEKHAYA [AMAMAKI ANGAMA-50] Okungabonwa ngakho Okungavamile Okunekhono Okusendimeni Okuqalisayo Akwanelisi OKUQUKETHWE KANYE 28–30 22–24 16–18 10–12 4–6 NAMALUNGISELELO -Impendulo enembayo -Impendulo yakheke kahle -Impendulo eyenelisayo -Impendulo ikhombisa -Impendulo enhlanhlathayo Ingxenye engenhla ngaphezu kobekulindelekile impela -Imibono inakho ukungahlangani -Imibono edidayo (Izimpendulo kanye -Imibono ekhaliphile, -Imibono eshaya ukulandelana nokushaya -Imibono engacacile nenganembi nemibono) echukuluza ingqondo kanye emhlolweni nehlabahlosile emhlolweni nekungeyona -Akuzwakali Ukuhlela imibono uyihlelela nekhombisa ukuvuthwa enokuvuthwa komqondo -Ihleleke ngokusendimeni eyokuzisungulela kunophindaphinda amalungiselelo, komqondo -Ihleleke kahle kakhulu kanye nokulandelana -Kukhona okukhombisa -Akukho ukuhlela kanye Ukuqonda inhloso, -Ihleleke ngobunyoninco kanye nokulandelana (nokuxhumana) ukuhlela okuncane nokulandelana izethameli kanye nesimo kanye nokulandelana (nokuxhumana) kubandakanya isingeniso, nokulandelana (nokuxhumana) kubandakanya kubandakanya isingeniso, umzimba kanye nesiphetho AMAMAKI ANGAMA-30 isingeniso, umzimba kanye umzimba kanye nesiphetho nesiphetho 25–27 19–21 13–15 7–9 0–3 -Impendulo yinhle kakhulu -Impendulo yakheke kahle -Impendulo eyenelisayo -Impendulo engashayi -Ayikho imizamo kepha intula izimpawu -Imibono ehambisanayo kodwa intula ukucacisa emhlolweni ekhombisa ukuphendula ze-eseyi enembayo nendaba nehlabahlosile -Imibono iyalandelana -Imibono ithanda ukuba ngesihloko Ingxenye engezansi -Imibono ekhombisa -Ihleleke kahle kakhulu ngokusendimeni futhi nhlakanhlaka futhi -Akuhambisani nesihloko ukuvuthwa komqondo kanye kanye nokulandelana iyamukeleka iyadida futhi akufanelene nokukhalipha (nokuxhumana) -Kukhona okukhomba -Ukuhlela kanye -Akuqondene nesihloko -Ikhombisa ikhono lokuhlela kubandakanya isingeniso, ukuhlela kanye nokulandelana akukho futhi kuphithene kanye nokulandelana umzimba kanye nesiphetho nokulandelana (nokuxhumana) kubandakanya (nokuxhumana) isingeniso, umzimba kanye kubandakanya isingeniso, nesiphetho umzimba kanye nesiphetho Akuvumelekile ukukopisha leli phepha Pheqa ikhasi
IsiZulu Ulimi Lwasekhaya (HL)/P3 Downloaded from hlayiso.com 4 DBE/Lwezi 2022 NSC – Umhlahlandlela wokumaka AMARUBHRIKHI OKUHLOLA I-ESEYI ULIMI LWASEKHAYA [AMAMAKI ANGAMA-50] (ayaqhubeka) Okungabonwa ngakho Okungavamile Okunekhono Okusendimeni Okuqalisayo Akwanelisi ULIMI, ISITAYELA & 14–15 11–12 8–9 5–6 0–3 UKULUNGISA AMAPHUTHA -Ithoni, irejista, isitayela, -Ithoni, irejista, isitayela, -Ithoni, irejista, isitayela, -Ithoni, irejista, isitayela, -Ulimi aluqondakali ulwazimagama ulwazimagama ulwazimagama ulwazimagama -Ithoni, irejista, isitayela Ithoni, irejista, isitayela, kuhambisana kahle kuhambisana kahle kuhambisana kahle kuhambisana kanye nolwazimagama Ingxenye engenhla ulwazimagama kakhulu nenhloso, nenhloso, izethameli kanye nenhloso, izethameli ngokungagculisi aluhambisani nenhloso, kuyahambisana izethameli kanye nesimo nesimo kanye nesimo nenhloso, izethameli izethameli kanye nesimo nenhloso/umthelela kanye -Ulimi lukhombisa -Ulimi lufanelekile kanye -Ukusetshenziswa kolimi kanye nesimo -Ulwazimagama luncane nesimo, ukuzethemba, nokusetshenziswa ukudlulisa umqondo -Ukusetshenziswa kolimi kakhulu okwenza kube ukukhethwa kwamagama, luyancomeka kakhulu kwethoni ngendlela kusendimeni ukudlulisa umqondo lukhuni ukuqonda ukusetshenziswa kolimi, -Ithoni ekhomba ukuheha efanelekile -Ithoni ifanelekile akugculisi izimpawu zokuloba, uhlelo, kanye namasu obuciko -Kukhombisa ukungabi -Kusetshenziswe amasu -Ithoni nephimbo isipelingi obunembayo namaphutha ohlelweni obuciko ukukhulisa akugculisi -Akunamaphutha sanhlobo kanye nesipelingi okuqukethwe -Kusetshenziswe amasu AMAMAKI AYI-15 ohlelweni kanye nesipelingi -Ibumbeke kahle kakhulu obuciko ngokungagculisi -Ikhombise ikhono ukukhulisa okuqukethwe eliphezulu lokubumba 13 10 7 4 -Ulimi lukhombisa -Ulimi luyahambisana futhi -Ukusetshenziswa kolimi -Ukusetshenziswa kolimi ukuzethemba, lufanelekile okusendimeni okunamaphutha luyancomeka kakhulu -Ithoni iyahambisana futhi nokungahlangani -Imisho enhlobonhlobo -Akunamaphutha ohlelweni ifanelekile okumbalwa imbalwa noma ayikho Ingxenye kanye nesipelingi -Kunamaphutha ambalwa -Ithoni ifanelekile kanye -Ulwazimagama -Ikhombise ikhono ohlelo kanye nesipelingi nokusetshenziswa olunomkhawulo engezansi eliphezulu lokubumba -Ibumbeke kahle kwamasu obuciko okunomkhawulo ISAKHIWO 5 4 3 2 0–1 -Ukuthuthuka kwesihloko -Ukuthuthuka nokugeleza -Ukuthuthuka kwendaba -Amaphuzu ambalwa -Amaphuzu awatholakali Izimpawu zethekisthi, okunembayo kwendaba okusendimeni azwakalayo -Imisho kanye nezigaba ukuthuthuka kwezigaba kanye -Ukucacisa okunembayo -Ukucacisa okuhle, -Imisho, izigaba -Imisho kanye nezigaba kunamaphutha nokwakhiwa kwemisho -Imisho, izigaba kwakheke -Imisho, izigaba kwakheke kahle kunamaphutha -I-eseyi ayinamqondo kahle kakhulu kuyalandelana futhi -I-eseyi isenawo -I-eseyi isenawo kuxubile umqondo umqondo noma AMAMAKI AYISI-5 inamaphutha Akuvumelekile ukukopisha leli phepha Pheqa ikhasi
IsiZulu Ulimi Lwasekhaya (HL)/P3 Downloaded from hlayiso.com 5 DBE/Lwezi 2022 NSC – Umhlahlandlela wokumaka Amakhodi angasetshenziswa uma kumakwa AMAKHODI AMAMAKI SP – (dwebela)-isipelingi esingamukelekile. Q = 30 PH – uphawu lokubhala olungemukelekile. L = 15 L – (dwebela)- ulimi olungemukelekile. SK = 05 // – khombisa isigaba esisha. 50 NK – inkathi engemukelekile. AP – i-aphostilofi engemukelekile. GL – amagama awalandelani ngokufanele. R – irejista. KM – akwenzi mqondo. ISIV. – isivumelwano esingahambisani. AK – akudingekile. ^ – kunegama/uphawu elingekho. GN – igama elingcono. NQ – nqamula amagama ngendlela efanelekile ekugcineni komugqa. PND- ukuphindaphinda amagama. – ukuhlanganisa amagama. / – hlukanisa amagama.  - ulimi oluhle. OKULINDELEKILE MAYELANA NESAKHIWO SEMIBHALO (ISIQEPHU A)  Isingeniso: Siyaheha, sinamandla, siyisigaba esisodwa, singenisa indikimba, sinobude obukhombisa ukuthi indaba iyethulwa/iyangeniswa.  Umzimba: (i) Izigaba zinemiqondo ezwakalayo nenikezelanayo. (ii) Zihleleke kahle: Isigaba siqala ngomusho oyinhloko bese siba nemisho esekelayo. Masibe nomqondo ophelele. (iii) Umbhalo nombhalo uhambelana nenkathi okumele ubhalwe ngayo.  Isiphetho: (i) Siyisigaba esisodwa. (ii) Makuvele ukuthi umbhalo usuyagoqwa noma uyasongwa (iii) Kuvela uvo lombhali ngalokho abhala ngakho okungaba ukuxwayisa/ukweluleka/ukuxolisa/ukuncoma Akuvumelekile ukukopisha leli phepha Pheqa ikhasi
Downloaded from hlayiso.com IsiZulu Ulimi Lwasekhaya (HL)/P3 6 DBE/Lwezi 2022 NSC – Umhlahlandlela wokumaka ISIQEPHU B: IMIBHALO EMIDE EDLULISA IMIYALEZO UMBUZO 2 Amamaki azocazwa ngale ndlela: OKUQUKETHWE, AMALUNGISELELO NESAKHIWO (15) ULIMI, ISITAYELA, UKUHLELA (10) OKULINDELEKILE 2.1 UMLANDO KAMUFI Ohlolwayo makaveze la maphuzu alandelayo:  Isihloko: isibonelo sesihloko Umlando kaSokesimbone Xulu  Isigaba sokuqala: o Ukuqala ngamagama akhe aphelele o Usuku azalwa ngalo o Amagama abazali bakhe (makuvezwe ukuthi basaphila noma cha) o Usuku adlule ngalo emhlabeni o Indawo azalelwa kuyo  Isigaba sesibili: o Izindawo afunde kuzo (amabanga aphansi, aphakathi nendawo naphakeme)  Isigaba sesithathu: o Iqhaza/ igalelo lakhe emphakathini o Izindawo asebenze kuzo o Ukuhlabana kwakhe okwahlukahlukene (uma kukhona)  Isigaba sesine: o Abashiyile emhlabeni  Isiphetho makukhonjiswe ukuthi usuyaphethwa umlando kamufi. Angasebenzisa la magama isb: LALA NGOXOLO GXABHASHE! [25] 2.2 INKULUMO ENGALUNGISELELWE Isihloko: Inkulumo yethulwa ubani, uhlobo lomcimbi, usuku, indawo nesikhathi. Isingeniso: Ukubingelela izivakashi, abazali, othisha nabafundi Umzimba: Ukunamathela engqikithini.  Ukubonga izinsizakufunda okuxhaswe ngazo isikole  Ukusho ukuthi lezi zinsizakufunda zizolekelela kanjani esikoleni ukuthuthukisa imiphumela. Isiphetho: Makaphinde abonge ithuba kumphathi wohlelo nezethameli. [25] Akuvumelekile ukukopisha leli phepha Pheqa ikhasi
Downloaded from hlayiso.com IsiZulu Ulimi Lwasekhaya (HL)/P3 7 DBE/Lwezi 2022 NSC – Umhlahlandlela wokumaka 2.3 ISIBUYEKEZO Ohlolwayo makaveze la maphuzu alandelayo abhekise kule ncwadi ayifundile.  Imininingwane yencwadi  Umbhali wencwadi  Unyaka eyashicilelwa ngawo  Imininingwane yabashicileli bencwadi  Isibuyekezo sencwadi ngamafuphi kanye nokuphawula ngabalingiswa  Ukuphawula ngokuhle kanye nokungekuhle ngokwenzeka endabeni  Isiphetho sesibuyekezo: Makuvele umbono wohlolwayo ngale ncwadi. Angancoma noma agxeke. [25] 2.4 I-ATHIKHILI YEPHEPHABHUKU  Makube nesihloko esihehayo. Isb. Ziqalele Ezikaqeda Isizungu  Isitayela asehluke, sixoxe-ngqo nofundayo.  Mayihlelwe ngezigatshana ezihlelwe ngezigaba/ ngamakhalamu  Makweqiwe umugqa phakathi kwezigaba  Mayibhalwe ngendlela engachemi  Kungasetshenziswa inkathi edlule/ yamanje embhalweni owodwa  Igama nesibogo sobhalile lingaba sekuqaleni noma ekugcineni kwe- athikhili. Isb. Ibhalwe ngu …  Isigaba ngasinye siba nengqikithi yaso ehambelana nesihloko.  Uhlaka ongabhala ngalo ngokwezigaba: o Isigaba sokuqala - Ungubani? Wenzani? Kuphi? Nini? Ngoba kwenzenjani? Kanjani? o Isigaba sesibili - ukuchaza kabanzi ngalokho okushiwo esingenisweni o Isigaba sesithathu - ukugqugquzela ukusungula ezikaqeda isizungu o Isigaba sesine - ukuqwashisa ngobungozi bokungazibandakanyi kwezikaqeda isizungu o Isigaba sesihlanu - ukubaphonsela inselelo mayelana nokuzibandakanya ekusunguleni ezikaqedisizungu. [25] 2.5 IKHARIKHULAMU VITHAYE NENCWADI EHAMBISANA NAYO IKHARIKHULAMU VITHAYE A. Imininingwane ngami B. Izikhungo zemfundo C. Amakhono eminye imisebenzi D. Engikukhonzile E. Abantu abangafakaza ngami (amagama, amakheli kanye nezinombolo zocingo) INCWADI EHAMBISANA NAYO  Iba namakheli amabili.  Ikheli lobhalayo lihamba nosuku. Isb. (12 Mandulo 2022/ 12 Septhemba 2022/ 12-09-2022) Akuvumelekile ukukopisha leli phepha Pheqa ikhasi
Downloaded from hlayiso.com IsiZulu Ulimi Lwasekhaya (HL)/P3 8 DBE/Lwezi 2022 NSC – Umhlahlandlela wokumaka  Ikheli lesibili lobhalelwayo liqala ngesikhundla sobhalelwayo, Isb. Mphathizitolo  Alubhalwa usuku ekhelini lesibili  Obhalelwayo makabingelelwe sakukhuluma. Isb: Mnumzane/ Nkosikazi/ Nkosazane, njl.  Mayibe nesihloko: Isb. Incwadi Ehambisana Nekharikhulamu Vithaye  Isingeniso: o Makazethule kahle zibekwa nje.  Umzimba: o Makanikeze ulwazi olucacile nolushaya emhlolweni. o Makaveze okuthile okwenza afaneleke kulowo msebenzi awucelayo. o Makuvele imininingwane. Ulwazi lomsebenzi/ amakhono uma lukhona.  Isiphetho: o Makuvele amagama abantu abangafakaza ngaye/ ubuqiniso bokubhaliwe. o Makuvele ukuthi uzokuthokozela ukunikezwa ithuba lokuhlomula kule nxanxathela yezitolo.  Ukuvalelisa Makavalelise akhombise ukuzithoba, abhale igama nesibongo Isb. Yimina ozithobayo uNF Ngcongo/ uNobuntu Faith Ngcongo (Nkz.) [25] 2.6 INCWADI YOBUNGANI Ohlolwayo makasebenzise ulimi / irejista efanele. Ohlolwayo makaveze la maphuzu alandelayo:  Ikheli elilodwa lobhalayo  Ikheli lobhalayo lihamba nosuku. Isb. (10 Lwezi 2022/ 10 Novemba 2022/ 10-11-22)  Obhalelwayo makabingelelwe sakukhuluma, isb: Sazi  Isigaba sokuqala angaqalisa kanje: Ngiyethemba …, Ngiyaxolisa …, Ngabonga …  Isigaba sesibili masikhulume ngengqikithi yencwadi (ukumeluleka ngokusebenzisa imali ngendlela ephusile.)  Isigaba sesithathu ukuphetha incwadi  Ukuvalelisa akhombise ukumazi lowo ambhalelayo. Isb. Yimina umzala wakho uNozimanga [25] AMAMAKI ESIQEPHU B: 50 AMAMAKI ESEWONKE: 100 Akuvumelekile ukukopisha leli phepha Pheqa ikhasi
IsiZulu Ulimi Lwasekhaya (HL)/P3 Downloaded from hlayiso.com 9 DBE/Lwezi 2022 NSC – Umhlahlandlela wokumaka ISIQEPHU B: IMIBHALO EMIDE EDLULISA IMIYALEZO UMLANDO KAMUFI/ I-NKULUMO ENGALUNGISELWE / ISIBUYEKEZO/ I-ATHIKHILI YEPHEPHABHUKU/ IKHARIKHULAMU VITHAYE NENCWADI EHAMBISANA NAYO/ INCWADI YOBUNGANI IRUBHRIKHI YOKUHLOLA UMBHALO OMUDE ODLULISA UMYALEZO ULIMI LWASEKHAYA [AMAMAKI ANGAMA-25] Okungabonwa ngakho Okungavamile Okunekhono Okusendimeni Okuqalisayo Akwanelisi OKUQUKETHWE, 13–15 10–12 7–9 4–6 0–3 AMALUNGISELELO & -Impendulo enembayo -Impendulo enhle kakhulu -Impendulo esendimeni -Impendulo esezingeni -Impendulo ikhombisa NEFOMATHI ngaphezu kobekulindelekile ekhombisa ulwazi ekhombisa ulwazi eliyisisekelo ekhombisa ukungabi nalo ulwazi -Amasu akhaliphile kanye lwezimpawu zohlobo lwezimpawu zohlobo ulwazi lwezimpawu zohlobo lwezimpawu zohlobo Impendulo kanye nemibono nokuvuthwa komqondo lombhalo lombhalo lombhalo lombhalo Ukuhlela imibono ukuze kube -Ulwazi olubanzi -Inamathele esihlokweni -Inamathele esihlokweni – -Ukunamathela -Umqondo uyanhlanhlatha namalungiselelo lwezimpawu zohlobo -Kunamaphushana inamaphutha asendimeni kuyabonakala kodwa kunamaphutha amakhulu Inhloso, izethameli, izakhiwo lombhalo -Ukulandelana -Ukulandelana kwemibono kunamaphutha -Imibono ayilandelani nezimiso kanye nesimo -Umbhalo unamathele kokuqukethwe nemibono, okuqukethwe kufanelekile amaningana sanhlobo esihlokweni kuchazwe kahle futhi -Ukuchaza okumbalwa -Ukulandelana -Ukuchaza okumbalwa -Amasu akhombisa kusekela isihloko kusekela isihloko kwamaphuzu okuqukethwe okusekela isihloko AMAMAKI AYI-15 ukuthelelana kanye -Ifomathi efanele -Ifomathi efanelekile kodwa kubuye kungabonakali -Akasebenzisanga nhlobo nokulandelana enamaphushana kunamaphutha ambalwa -Ukuchaza okumbalwa imithetho yefomathi -Acacisa ngokusobala kusekela isihloko kanye nokusekela isihloko -Usebenzise ngokunganele -Ifomathi efanelekile imithetho yefomathi necacile -Kukhona okumbalwa okubalulekile ULIMI, ISITAYELA KANYE 9–10 7–8 5–6 3–4 0–2 NOKULUNGISA -Ithoni, irejista, isitayela, -Ithoni, irejista, isitayela, -Ithoni, irejista, isitayela, -Ithoni, irejista, isitayela, -Ithoni, irejista, isitayela AMAPHUTHA ulwazimagama ulwazimagama ulwazimagama ulwazimagama kanye nolwazimagama kuhambisana kahle kakhulu kuhambisana kahle kuyahambisana nenhloso, kunokungahambisani akuhambisani nenhloso, Ithoni, irejista, isitayela, nenhloso, izethameli kanye nenhloso, izethameli kanye izethameli kanye nesimo nenhloso, izethameli kanye izethameli kanye nesimo inhloso/umthelela, izethameli nesimo nesimo -Kunamaphutha ambalwa nesimo -Kugcwele amaphutha futhi kanye nesimo -Uhlelo lufanelekile futhi -Uhlelo lufanelekile futhi -Ulwazimagama -Uhlelo olungafanelekile kuyadida Ukusetshenziswa kolimi kanye lwakheke kahle kakhulu lwakheke kahle olusendimeni olunamaphutha amaningi -Ulwazimagama nezimiso -Akunamaphutha sanhlobo -Ulwazimagama oluhle -Amaphutha -Ulwazimagama olunganele aluhambisani nenhloso Ukukhethwa kwamagama -Kunamaphushana awawuphazamisi umqondo -Umqondo awusalandeleki -Umqondo uyanhlanhlatha Izimpawu zokuloba kanye kahle kakhulu nesipelingi AMAMAKI AYI-10 Akuvumelekile ukukopisha leli phepha

Published documents with matching subject and grade metadata.

Matched using subject, grade, language, document type and exam metadata.

More from Grade 12 Isizulu Hl

Explore more published documents in this catalogue.

View all
Grade 12 · Isizulu Hl · 2022 · NSC November Exam · Question paper · Paper 3 · isizulu | Hlayiso | Hlayiso