Skip to content

isiZulu FAL Grade 12 Paper 2 NSC November 2016 Memo

MemorandumisiZulu FALGrade 12201616 pages

Grade 12 isiZulu FAL Paper 2 memorandum from the NSC November Exam 2016, 16 pages. Read online or download the free PDF.

Free to read online, no sign-up needed

Answer online

Loading document…

Loading document…

Questions in this paper

Document textSearch extracted text and jump to a page.
Downloaded from hlayiso.com NATIONAL SENIOR CERTIFICATE IBANGA LE-12 ISIZULU ULIMI LOKUQALA LOKWENGEZA (FAL) IPHEPHA LESIBILI (P2) NOVEMBA 2016 IMEMORANDAMU AMAMAKI: 70 Le memorandamu inamakhasi ayi-17. Akuvumelekile ukukopisha leli phepha Pheqa ikhasi
Downloaded from hlayiso.com IsiZulu Ulimi Lokuqala Lokwengeza (FAL)/P2 2 DBE/Novemba 2016 NSC – Imemorandamu ISIQEPHU A: INOVELI KUSINDA KWEHLELA ENDODENI – SJ Mchunu UMBUZO 1 ISIQESHANA A 1.1 Induna√ / uNgobese.√ (1) 1.2 Isitimela.√ (1) 1.3 Izindaba zokuthi ukhushulelwe esikhundleni sokusebenzisa umshini ongasemnyango omncane ophumela emahhovisi ezinduna emsebenzini.√√ (2) 1.4 Bakholelwa ukuthi iyaxoshisana emsebenzini.√√ (2) 1.5 C√/ Ukukhululeka√ (1) 1.6 UDoda√ ngoba uvela kancane maphakathi nendaba bese eyanyamalala√ / Indaba ibingaqhubeka ngaphandle kwakhe. √ (2) 1.7 ... uManyoba uxoxa noDoda umfowabo abakhonzene kakhulu ngisho nangasemakhaya abehlukani, amathe nolimi.√√ (2) 1.8 Iphuzu ELILODWA kwalandelayo: • Wayehlose ukuziphindiselela kubantwana bakhe ngokungabaphathisi okwabazali babo.√√/ • Wayefuna ukubafundisa isifundo ngenxa yokungabanakekeli. √√ (Nokunye okunembayo okuyoshiwo umfundi) (2) 1.9 Amaphuzu AMATHATHU kwalandelayo: • Wayefuye izinkomo.√/ • Abantu babesebenza emapulazini abelungu.√/ • Uma beyokweshela babehamba amabanga amade.√ • Babelobola ngezinkomo zoboya.√/ • Babegqoka imvunulo yesiZulu. √/ • Babenodedangendlale bamasimu. √ (Nokunye okunembayo okuyoshiwo umfundi) (3) 1.10 1.10.1 UMduduzi Amaphuzu AMABILI kwalandelayo: • Unenhliziyo enhle.√/ • Uyamlalela unkosikazi wakhe.√/ • Unozwelo ngabazali bakhe.√/ • Akanaso isibindi sokumela imibono yakhe. √/ • Uyakwazi ukuzisola uma enze iphutha. √ (2) Akuvumelekile ukukopisha leli phepha
Downloaded from hlayiso.com IsiZulu Ulimi Lokuqala Lokwengeza (FAL)/P2 3 DBE/Novemba 2016 NSC – Imemorandamu 1.10.2 UFanyana Amaphuzu AMABILI kwalandelayo: • Akanaso isibindi sokumela into akholelwa kuyona√/ • Wayenozwelo, engahambisani nokuba abazali babo behlukaniswe. √/ • Wayehlulwa ngunkosikazi wakhe.√ (Nokunye okunembayo okuyoshiwo umfundi.) (2) [20] KANYE ISIQESHANA B 1.11 Amaphuzu AMABILI kwalandelayo: • Wayethi bahlala kude kakhulu.√/ • Abazukusithola isikhathi sokuza ekhaya nyanga zonke.√/ • Wayekhala nangemali ababezoyimosa kuphethiloli beza ekhaya.√/ • Wayefuna ukuba babe semehlweni abo ukuze baqinisekise ukuthi abalambile. √ (2) 1.12 uBheki√ noMduduzi. √ (2) 1.13 Indikimba - Inhlalo yomndeni√ Iphuzu ELILODWA kwalandelayo: • Izinkinga abahlangabezana nazo abantu abadala ekukhuleni kwabo uma izingane zabo zingasabanakile.√/ • Ukukhuluma ngokungalilahli ithemba nanxa izimo sezinzima emndenini.√/ • Ukuziphatha kwabantu besilisa abasebenza kude nasemakhaya abo okugcina sekulimaza nomndeni.√ (Nokunye okunembayo okuyoshiwo umfundi) noma Indikimba - ukuhlalisana kwabantu.√ Iphuzu ELILODWA kwalandelayo: • Impilo kaManyoba ngesikhathi esebenza eGoli wayenobudlelwane obuhle nezinsizwa ayehlala nazo ehositela. √/ • Ukusizwa kukaManyoba noMaNdlovu ngumfundisi ngesikhathi ehlangana nabo eMnambithi. √ (Nokunye okunembayo okuyoshiwo umfundi (2) 1.14 • Ukuphikisana kwamadodana kaManyoba mayelana nokuhlukaniswa kwabazali.√ • Ukuphoqwa kukaMduduzi noFanyana ekutheni bahambisane noBheki noMjwayeli esinqumeni sokuhlukanisa abazali.√ (2) Akuvumelekile ukukopisha leli phepha Pheqa ikhasi
Downloaded from hlayiso.com IsiZulu Ulimi Lokuqala Lokwengeza (FAL)/P2 4 DBE/Novemba 2016 NSC – Imemorandamu 1.15 Imibono iyokwehluka: OKUTHATHU kwalokhu ngohlangothi ngalunye: Abavumayo: • Kwenza ukuthi abazali bangabi umthwalo ezinganeni zabo.√/ • Kunikeza izingane isikhathi esiningi sokwenza imisebenzi yazo.√/ • Kwenza abazali banakekeleke kangcono babe nabantu abababhekile ngaso sonke isikhathi.√/ • Kwenza bavikeleke ekuhlukunyezweni. √ Abaphikayo: • Kuphambene nesiko lesintu.√/ • Akukhombisi ubuntu.√/ • Abazali bangazibona bengabantu abalahliwe/abanganakekelwa/ abangabalulekile/abangumthwalo.√/ • Kungenza ukuthi bungabi khona ubudlelwane phakathi kogogo nomkhulu kanye nabazukulu babo.√ (Nokunye okunembayo okuyoshiwo umfundi) (3) 1.16 Amaphuzu AMABILI kwalandelayo: • Ngangingamvumela athandaze noma ngabe yinini.√/ • Ngangingamupha ukudla nsuku zonke.√/ • Ngangingakhululeka ngobudlelwane bakhe nomzukulu.√/ • Ngangingamkhulula azenzele ukudla ngokuthanda.√/ • Ngangizomfundisa ukusebenzisa umshini wokuwasha ukuze akwazi ukuziwashela izingubo zakhe.√ (Nokunye okunembayo okuyoshiwo umfundi) (2) 1.17 Umbono, ngoba umakoti kaMduduzi wayezimisele ukubemukela abazali bomyeni wakhe. Wayengenankinga ngokuhlala nomamezala.√√ (2) [15] UMBUZO 2 UMSHADO – N Zulu ISIQESHANA C 2.1 Amalungiselelo omshado kaBhekani noTholakele.√ (1) 2.2 Iphuzu ELILODWA kwalandelayo: • Wayengabuqondi ubudlelwane babo noTholi.√√/ • Wababona bebambana noTholakele begeza.√√/ • Wayesolwa ngokushushumbisa izidakamizwa uPamella.√√/ • Wayengaqondi ukuthi le ntombazane yomlungu evakashela umuntu omnyama iyisimakanjani. √√ (Nokunye okunembayo okuyoshiwo ngumfundi) (2) 2.3 Wayesaba ukuthi uTholakele uzozwa ukuthi kukhona uLindiwe kubo.√√ (2) Akuvumelekile ukukopisha leli phepha Pheqa ikhasi
Downloaded from hlayiso.com IsiZulu Ulimi Lokuqala Lokwengeza (FAL)/P2 5 DBE/Novemba 2016 NSC – Imemorandamu 2.4 Izithukuthuku √ (1) 2.5 C√/Ukudideka√ noma B√ /Ukwethuka√ (1) 2.6 OKUKODWA kwalokhu: • Ubani lo ovakashele kini Bheki?√√/ • Sengathi ngiyayazi le ntombi engiyibone kini izolo Bheki√√/ • Wethuswa ukuzwa ukuthi kanti uSifiso wayazi ukuthi kukhona uLindiwe.√√/ • Akusiye uLindiwe. √√ (2) 2.7 OKUKODWA kwalokhu: • Wayezolanda uBhekani.√√/ • Wayezofuna uBhekani. √√/ • Wayezothatha uBhekani ngemoto. √√ (2) 2.8 Indikimba yenoveli: Ubugebengu √ Iphuzu ELILODWA kwalandelayo: • Umbhali ufuna ukusitshela ukuthi ubugebengu abukhokheli.√/ • Umbhali uzama ukusiqwashisa ngokwanda kwezindlela zobugebengu esikhathini sanamuhla.√ (Nokunye okunembayo okuyoshiwo ngumfundi) noma Indikimba yenoveli: Uthando √ • Iphuzu ELILODWA kwalandelayo • Uthando lweqiniso alunamibandela, luyabekezela. √/ • Uveza ukubaluleka kokuthi umuntu noma ungamthanda kangakanani kodwa kumele umazi kahle ngaphambi kokumshada. √/ • Ukubaluleka kokulalela iziyalo uma uboniswa. √ (Nokunye okunembayo okuyoshiwo umfundi.) (2) 2.9 2.9.1 UZenze : Amaphuzu AMABILI kwalandelayo: • Unobugebengu ngoba wayehlangene noTholakele noPamela ekudayiseni izidakamizwa, ukusabalalisa imali yomgunyathi. Waqola noBhekani futhi.√/ • Uyiqili, wathatha imali yelobolo wangayihambisa kubo kaTholakele.√/ • Akathembekile ngoba wakhohlisa uBhekani ethi kufuneka enye imali yelobolo.√ (2) 2.9.2 ULindiwe: Amaphuzu AMABILI kwalandelayo: • Uzithobile futhi unothando lweqiniso.√/ • Uyakwazi ukuxolisa uma enze iphutha abuye axolele naye.√/ • Uyakwazi ukubekezela.√/ • Uyakwazi ukuhlonipha abanye abantu. √/ • Akawuhloniphi umsebenzi, uyawushiya ayohlala kubo kwesoka lakhe. √/ • Akaziphethe kahle ngoba wathola ingane engashadile. √ (2) Akuvumelekile ukukopisha leli phepha Pheqa ikhasi
Downloaded from hlayiso.com IsiZulu Ulimi Lokuqala Lokwengeza (FAL)/P2 6 DBE/Novemba 2016 NSC – Imemorandamu 2.10 Amaphuzu AMATHATHU kwalandelayo: • Sekukhona imijondolo.√/ • Sekukhona izidakamizwa.√/ • Abantu bobulili obufanayo sebekwazi ukuba nobudlelwane ngokukhululeka.√/ • Abantu abalesabi ihlazo, uTholi uqoma nenzilo.√/ • Kwande ubugebengu.√/ • Kunerenki yamatekisi.√ (Nokunye okunembayo okuyoshiwo ngumfundi) (3) [20] KANYE ISIQESHANA D 2.11 Awadlali amadlozi alapha ekhaya. √√/Uma idlozi limcasukele kakhulu mfana wami ngeke nishade ngisho ukushada kodwa lokhu.√√ (2) 2.12 • Kwaqhamuka uBhatomu ehamba ngemoto nabalisa ababili, waphoqa uBhekani ukuba angene emotweni.√ • UBhekani wenqaba ukungena emotweni, bahilizisana ngamazwi wagcina esekhiphe ummese uBhatomu efuna ukugwaza uBheki. Balwa kwaze kwangenelela izinsizwa. (Nokunye okunembayo okuyoshiwo umfundi.) (2) 2.13 Amaphuzu AMABILI kwalandelayo: • Uthandana namantombazane amabili ngesikhathi esisodwa.√/ • Wakhulelisa uLindiwe bengashadile, ebe esathandana noTholakele.√/ • Wayeshiya uLindiwe endlini aye kuTholakele.√ • Waqhubeka nokulobola uTholakele yize esazi ukuthi uLindiwe ukhulelwe ingane yakhe.√/ • Wayethandana namanye amantombazane engenayo inhloso yokuwathatha. √ (Nokunye okunembayo okuyoshiwo umfundi.) (2) 2.14 Amaphuzu AMABILI kwalandelayo: • Wayembonisa emexwayisa ezintweni eziningi.√/ • Wamxwayisa ngobungozi bukaBhatomu.√/ • Wamxwayisa ngobungozi bokushada noTholakele.√ (Nokunye okunembayo okuyoshiwo ngumfundi) (2) 2.15 Imibono iyokwehluka: Abavumayo - Amaphuzu AMABILI kwalandelayo: Ngangizokujabulela ngoba: • Ngangingeke ngisamlobola uTholakele ngoba wayevele eselotsholiwe. √/ • Wayemuhle uTholakele.√/ • Wayekwazi ukuzizamela imali.√/ • Ngangizobe ngilandela isiko ukuze ngivuse umuzi womfowethu.√ (Nokunye okunembayo okuyoshiwo umfundi) Noma Akuvumelekile ukukopisha leli phepha Pheqa ikhasi
Downloaded from hlayiso.com IsiZulu Ulimi Lokuqala Lokwengeza (FAL)/P2 7 DBE/Novemba 2016 NSC – Imemorandamu Abaphikayo - Amaphuzu AMABILI kwalandelayo: Ngangingekujabulele ngoba: • UTholakele wayengaziphethe kahle.√/ • Wayenobugebengu.√/ • Wayedla izidakamizwa.√/ • Wayengawuhloniphi umuzi ayezogana kuwona. √/ • Wayengafundile esebenza efemini. √ (Nokunye okunembayo okuyoshiwo umfundi) (2) 2.16 Amaphuzu AMATHATHU kwalandelayo: • Wayeyoqhubeka nokuhlushwa amaphupho kayise.√/ • Wayezophelelwa isithunzi emphakathini.√/ • Wawuzoxoveka umndeni wakhe.√/ • Wayezofaka impilo yakhe engozini.√/ • Wayezoqhubeka alahlekelwe yimali ngenxa yobugebengu bukaTholakele. √/ • Wayengagcina eboshiwe naye. √/ • Wayezohlala elandelwa amaphoyisa, angakutholi ukuphumula. √/ • Babezoxabana uma esemtshela ukuthi akehlukane nemikhuba yakhe. √ (Nokunye okunembayo okuyoshiwo ngumfundi) (3) 2.17 Umbono, ngoba omakhelwane balamula ngesikhathi uBhatomu elwa noBhekani.√√/ Udlame olutholakala eNyawushane lwalususwa nguBhatomu, owayengahlali khona eNyawushane. √√ (2) [15] AMAMAKI ESIQEPHU A: 35 Akuvumelekile ukukopisha leli phepha Pheqa ikhasi
Downloaded from hlayiso.com IsiZulu Ulimi Lokuqala Lokwengeza (FAL)/P2 8 DBE/Novemba 2016 NSC – Imemorandamu ISIQEPHU B: UMDLALO UMBUZO 3 ABABULALI BENYATHI – RM Mngadi ISIQESHANA E 3.1 UDuma√ noMbandlwa.√ (2) 3.2 Indlela yokubusa ngentando yeningi.√ (1) 3.3 D√/ Asebemkhothamela√ (1) 3.4 Kwakumele kwenziwe ucwaningo ngosikompilo lwama-Afrika.√√ (2) 3.5 Into engenamsebenzi walutho√√/engenasithunzi.√√ (2) 3.6 Iphuzu ELILODWA kwalandelayo: • Umqondo wokuthi abantu besifazane bayakwazi ukudala uxolo.√√/ • Kubalulekile ukuthi abantu besifazane babe yingxenye yezinqumo eziphathelene nokubuswa kwezwe.√√/ (Nokunye okunembayo okuyoshiwo umfundi) (2) 3.7 Wayefundele ukuba nguthisha.√ (1) 3.8 • Wayengeke atshelwe nguthishanhloko ongumfokazana.√/ • Kwakungeke kulunge ukuba adelelwe izingane zabafokazana.√/ • Wayengeke abe yinkosikazi yeNkosi egcwele uma efundisa.√ (3) 3.9 Amaphuzu AMABILI kwalandelayo: • UMaShezi wethuka, wagcina ehambile, wamshiya uDuma, waya kubo.√/ • Waqala ukuphikisana nombono kaDuma wokungayihloniphi inkosi.√/ • Wanyenya waya kuMaNgema wayoqala izingxoxo zokuthula.√ (Nokunye okunembayo okuyoshiwo ngumfundi.) (2) 3.10 Amaphuzu AMABILI kwalandelayo: • Kubalulekile ukuthi abantu abasezikhundleni basebenzisane futhi bahloniphane.√/ • Udlame alwakhi.√/ • Likhulu iqhaza elibanjwe abantu besifazane emphakathini.√/ • Umbuso wentando yeningi ungasebenzisana ngempumelelo nobuholi bendabuko.√ (Nokunye okunembayo okuyoshiwo ngumfundi.) (2) 3.11 NguDuma. √ Iphuzu ELILODWA kwalandelayo: (1) • Umdlalo ungaye kusuka ekuqaleni kuze kuyofika ekupheleni kwawo.√ • Ufuna ukuletha intuthuko emphakathini kodwa unenkinga yokungaboni ngaso linye nenkosi.√ • Udweshu oluningi endabeni luthinta yena siqu sakhe. √ (1) [20] KANYE Akuvumelekile ukukopisha leli phepha Pheqa ikhasi
Downloaded from hlayiso.com IsiZulu Ulimi Lokuqala Lokwengeza (FAL)/P2 9 DBE/Novemba 2016 NSC – Imemorandamu ISIQESHANA F 3.12 Ukushaywa ingozi ekhanda yinduna uDlamini ngesikhathi bebambe umhlangano esikoleni√. (1) 3.13 Iphuzu ELILODWA kwalandelayo: • Abantu baqembukelana phakathi.√√/ • Kwaba nodlame emphakathini.√√/ • Kwashona abantu.√√/ • Kwasha imizi yabantu.√√ (2) 3.14 Iphuzu ELILODWA kwalandelayo: • Ukudelela kwekhansela ngokubiza umhlangano lingazange liyazise inkosi.√/ • Ukungaqeqeshwa kwamakhansela ukuba aphathe ngendlela efanele.√/ • Ukuboshwa kwenduna uDlamini.√ (1) 3.15 Uvuthondaba siluthola esigamekweni lapho kubizwe khona imbizo, kufundwa umyalezo wenkosi, okwaphetha ngokuba kwakheke uxolo esizweni.√√ (2) 3.16 Imibono iyokwehluka uMbandlwa.√ NOKUBILI kokulandelayo: • Nguye owayehlohla uDuma ukuba angathathisi enkosini uma ezoba nemihlangano.√/ • Wayengenazo izeluleko ezakhayo.√/ • Wayefuna ukufeza izinhloso zakhe ngoDuma.√/ • Wayenamagqubu nenzondo.√ NOMA uDlamini.√ NOKUBILI kokulandelayo: • Wayezithatha ngolaka izinto. √/ • Wayekholelwa ekuxazululeni izinkinga nodlame.√/ • Washaya uMbandlwa emhlanganweni.√/ • Wayedabula amaphepha anezaziso zomhlangano.√ NOMA uDuma.√ NOKUBILI kokulandelayo: • Wayengayihloniphi inkosi. √/ • Wayebiza imihlangano yomphakathi ngenkani nakuba inkosi yayisinqumile ukuthi ayihambisani nayo. √/ • Wayebukela phansi ubuholi bendabuko. √ (3) 3.17 Umbono. OKUKODWA kwalokhu: • Ngoba uDuma wayefundile kodwa ethatha izinqumo ezixova umphakathi.√√/ • Ngoba inkosi uShandu wayengafundile kodwa ecabangisisa ngaphambi kokuthatha isinqumo njengoba enza kuDuma noMbandlwa.√√ (2) Akuvumelekile ukukopisha leli phepha Pheqa ikhasi
Downloaded from hlayiso.com IsiZulu Ulimi Lokuqala Lokwengeza (FAL)/P2 10 DBE/Novemba 2016 NSC – Imemorandamu 3.18 3.18.1 C√/ Libhebhethekisa udlame√ 3.18.2 D√/ Intando yeningi√ 3.18.3 A√/ Ubuholi bendabuko√ 3.18.4 B√/ Awayibeki impohlo esikhundleni√ (4) [15] UMBUZO 4 ISIKO NELUNGELO – N Zulu ISIQESHANA G 4.1 Bangabandawonye/Bangosisi.√ (1) 4.2 Indaba yokugwazwa kukaDumisani.√√ (2) 4.3 Wayizwa ngoMaMbatha.√/ Wayizwa ngabantu uMaMbatha ayeyaleza kubo.√ (1) 4.4 Amaphuzu AMATHATHU kwalandelayo: • Waduba wahamba emzini engashongo.√/ • Wayephendula kabi umamezala.√/ • Walimazisa uDumisani.√/ • Wazama ukubulala uDumisani ngoshevu.√/ • Wabikela abazali bakhe ukuthi akafuni ukungenwa uDumisani. √ (3) 4.5 D√/ Isu elibi engangilicabangile.√ (1) 4.6 Iphuzu ELILODWA kwalandelayo: • Wayehlonipha isiko.√√/ • Wayengasenazo izinkomo ayezozibuyisela abakwaZungu.√√/ • Wayesaba ihlazo lokuthi ingane yakhe yehlulwe umendo.√√/ • Wayesaba ulaka lwabaphansi ngoba uThenjiwe wayekhishwe ngembuzi ukuba ayogana kwaZungu. √√ (Nokunye okunembayo okuyoshiwo umfundi) (2) 4.7 OKUKODWA kwalokhu: • Ungavumi uyezwa?√√/ • Ungavumi ngisho kuthiwa bazama ngaliphi isu.√√/ • Kunini ngibatshela ukuthi izikhathi zamalungelo zithi umuntu ukhululekile ukwenza akuthandayo?√√. (2) 4.8 Iphuzu ELILODWA kwalandelayo: • Wayesenenzondo ngoDumisani.√√/ • Wayenamahloni ngesenzo asenza.√√ (Nokunye okunembayo okuyoshiwo umfundi) (2) Akuvumelekile ukukopisha leli phepha Pheqa ikhasi
Downloaded from hlayiso.com IsiZulu Ulimi Lokuqala Lokwengeza (FAL)/P2 11 DBE/Novemba 2016 NSC – Imemorandamu 4.9 OKUKODWA kwalokhu: • Sengimenze wakhubazeka√√/ • Sengimenze isixhwala√√/ inkubela.√√/ ‘isidalwa’√√ (2) 4.10 Amaphuzu AMABILI kwalandelayo: Izimpendulo zingaveza lokhu: • Ukushayisana phakathi kwesiko nelungelo kungaba nemiphumela emibi.√/ • Kuyingozi ukuhlukumeza umakoti emzini.√/ • Kubalulekile ukuthi abafelokazi banikezwe ithuba lokuzikhethela umuntu abafisa ukumgana. √/ • Kubalulekile ukuhlonipha amalungelo abesilisa nabesifazane ngokulinganayo.√/ (Nokunye okunembayo okuyoshiwo ngumfundi) (2) 4.11 UThenjiwe,√ Iphuzu ELILODWA kwalandelayo: • Umdlalo ungaye kusuka ekuqaleni kuze kuyofika ekupheleni kwawo.√/ • Nguyena obhekene nenkinga yokuganiswa. √/ • Nguyena olwela ilungelo lakhe lokuzikhethela.√/ • Udweshu oluningi olusendabeni luthinta yena siqu sakhe. √ (2) [20] KANYE ISIQESHANA H 4.12 Iphuzu ELILODWA kwalandelayo: • Wathi ugogo usebanjwe nguThenjiwe ukuba ashone.√/ • Wathi uyoshona mhlazana uThenjiwe wavuma ukugana uDumisani.√ (1) 4.13 Iphuzu ELILODWA kwalandelayo: • Akabange esakuthola ukujabula empilweni yakhe.√/ • Waba nesizungu, wafuna ukubuyela kubo lapho ezalwa khona.√/ • Abasemzini bamphoqelela ukuba angenwe uDumisani. √/ • Kwaba nokungezwani phakathi kwakhe noyise kanye nabasemzini.√ (1) 4.14 Amaphuzu AMABILI kwalandelayo: • Uthi uMaMbatha nguyena owenza ukuthi uThenjiwe abe nenkani.√/ • Ugxambukela ezindabeni zakwaZungu.√/ • Akameluleki kahle udadewabo, umfunza izindaba zamalungelo.√/ • Ukhuluma ngendlela engenanhlonipho noMaMbatha. √ (2) 4.15 Amaphuzu AMATHATHU kwalandelayo: • USipho wamelekelela eshaywa nguDumisani.√/ • Wayemlalela uma ekhuluma ngezinkinga anazo.√/ • Wayemnika izeluleko ezakhayo.√/ • Wameluleka ukuba avume okushiwo ngabasemzini.√ (3) Akuvumelekile ukukopisha leli phepha Pheqa ikhasi
Downloaded from hlayiso.com IsiZulu Ulimi Lokuqala Lokwengeza (FAL)/P2 12 DBE/Novemba 2016 NSC – Imemorandamu 4.16 Ukuthi uThenjiwe avume ukugana uDumisani.√√ (2) 4.17 Umbono, ngoba wonke umuntu unelungelo lokuzikhethela okumele akwenze ngempilo yakhe.√√ NOMA Iqiniso, ngoba isiko liyavumelana nokungenwa kukamakoti. √√ (2) 4.18 4.18.1 D√/ Umfowabo kaSikhumbuzo√ 4.18.2 C√/ Indodakazi kaMondise√ 4.18.3 B√/ Ushadele kwaZungu√ 4.18.4 A√/ Umngane kaThenjiwe√ (4) [15] AMAMAKI ESIQEPHU B: 35 Akuvumelekile ukukopisha leli phepha Pheqa ikhasi
Downloaded from hlayiso.com IsiZulu Ulimi Lokuqala Lokwengeza (FAL)/P2 13 DBE/Novemba 2016 NSC – Imemorandamu ISIQEPHU C: IZINDABA EZIMFISHANE IZINYEMBEZI ZOTHANDO – DBZ Ntuli (Umhleli) UMBUZO 5: INGODUSO – S Bhengu ISIQESHANA I 5.1 5.1.1 NgeyakwaNgwane√ (1) 5.1.2 Esokuthandana nokuvuma ukuthi bashade.√ (1) 5.1.3 OKUKODWA kwalokhu: • Lukhulu uchuku olungasuka uma engahlangana nalezi zinsizwa ngoba zingabantu abathanda ukulwa√√/ • Yayingagcina iphoqelekile ukuba idonse izulu lezandla kumane kuchitheke gula linamasi. √√/ • Yayimbanga nezinsizwa eziningana uNokwazi endaweni. √√ (2) 5.1.4 C√/Ilanga lishisa.√ (1) 5.1.5 Wayeboshelwe icala lokweba imali √√ (2) 5.1.6 Amaphuzu AMABILI kwalandelayo: • Umxoxi usebenzisa isivumelwano senhloko u-Ngi.√/ • Uyingxenye yezinto ezenzeka endabeni.√/ • Uxoxa ngaye uqobo.√ (Nokunye okunembayo okuyoshiwo ngumfundi.) (2) 5.1.7 Izulu lezandla√ (1) 5.1.8 OKUTHATHU kwalokhu: • USipho uphaphama elele phezu kwethuna.√/ • Usizwa umkhwe nosibali wakhe.√/ • UNokwazi wayengekho eduze kwakhe.√/ • Wabona imali yamaphepha igcwele phezu kwethuna.√ (3) 5.1.9 Imibono iyokwehluka. OKUKODWA kwalokhu • Ngangiyohamba ngingaphinde ngibuye.√√/ • Ngangiyothatha imali yami ngihambe.√√/ • Ngangiyohlawula ingane yami, ngihambe nayo ngiyozondlela yona. √√/ (Nokunye okunembayo okuyoshiwo umfundi.) (2) 5.1.10 Yiqiniso. Yize ayesenyamalele iminyaka emibili kodwa akakhohlwanga ukubuya ezofeza isithembiso ayesenze kuNokwazi.√√ (2) [17] KANYE Akuvumelekile ukukopisha leli phepha Pheqa ikhasi
Downloaded from hlayiso.com IsiZulu Ulimi Lokuqala Lokwengeza (FAL)/P2 14 DBE/Novemba 2016 NSC – Imemorandamu 5.2 MHLA LIDUMA LADUMA – MJ Mngadi 5.2.1 SaseNyukhasela. √ (1) 5.2.2 NguNoziphepho. √ (1) 5.2.3 Eceleni kwayo kwakunemithwalo, ipotimende nesikhwama.√√ (2) 5.2.4 OKUKODWA kwalokhu: Yathi inosizi ngoba: • Nayo ibalekile emzini ngoba indoda seyinesithembu/ iganwe ngomunye unkosikazi.√√/ • Indoda yayiyephuce ingane yayo. √√ (2) 5.2.5 Amaphuzu AMABILI kwalandelayo: - Wayeyibekele ukuyokhombisa unkosikazi wakhe uNoziphepho ukuthi baphila kanzima kanjani nengane.√/ - Wathi uthando lwengane yakhe lolu.√/ - Wayefihle amadayimane.√ (2) 5.2.6 Amaphuzu AMATHATHU kwalandelayo: • Sekukhona ubugebengu bokuntshontsha amadayimane√/ • Ezokuthutha sezithuthukile sekukhona izitimela.√/ • Kukhona amaphoyisa asephenya ngendlela enobuchwepheshe.√/ • Sekudlalwa izigingci. √/ • Sekukhona osonhlalakahle. √/ • Sekukhona ozankosi. √ (3) 5.2.7 Kwaba lula ukuba aboshwe uLaduma ngoba babengabaseshi.√√ (2) 5.2.8 Ukusifundisa ukuthi akukho qili lazikhotha emhlane/ayikho impunga yehlathi, ubugebengu noma ungabufihla kanjani bugcina buvele obala.√√ (2) 5.2.9 • Kungabeka impilo yengane engcupheni.√ • Kungahlukumeza ilungelo lengane.√ • Ingane ingakhula yazi impilo yobugebengu.√ (Nokunye okunembayo okuyoshiwo ngumfundi) (3) [18] AMAMAKI ESIQEPHU C: 35 Akuvumelekile ukukopisha leli phepha Pheqa ikhasi
Downloaded from hlayiso.com IsiZulu Ulimi Lokuqala Lokwengeza (FAL)/P2 15 DBE/Novemba 2016 NSC – Imemorandamu ISIQEPHU D: IZINKONDLO AMAHLOKOHLOKO/IZINKWAZI ZOTHUKELA – EJ Mhlanga noJJ Thwala UMBUZO 6 6.1 Ngiyogiya Ngiqephuze – NL Luthuli 6.1.1 Ukuphumelela ezifundweni zayo.√ (1) 6.1.2 Imbongi ithi: • Uma isiphumelele ezifundweni zayo, iyobe isijabula ngoba iyobe seyazi izinto eziningi abanye abantu abangazazi.√ • Iyobe seyinolwazi njengabanye asebephumelele, asebenemisebenzi ebonakalayo. √ • Iyokwazi ukubhekana nezinto ezinzima. √ (3) 6.1.3 Ibhobhodleyana√ (1) 6.1.4 Ngiyogiya ngiqephuze√ (1) 6.1.5 Sengiphumelel' ukufez' ezeminyak' izifiso√/Umugqa wesi-4.√ (1) 6.1.6 OKUKODWA kwalokhu: • Imbiza isetshenziselwa ukupheka, ngakho-ke osuke esesikhungweni semfundo usuke ephekwa naye aphume eseqeqeshekile.√√/ • Imbiza inkulu yingakho isikhungo semfundo ephakeme sibizwa ngayo ngoba iphakela abafundi abaningi.√√ (2) 6.1.7 OKUKODWA kwalokhu: • Imbongi lapha isethulela umyalezo ngobunzima bokufunda kodwa iyazi ukuthi uma isiphumelele iyojabula.√√/ • Ikhuthaza abafundi ukuthi babekezele baqhubeke nokufunda yize kunzima noma kuthatha isikhathi eside.√√ (Nokunye okunembayo okuyoshiwo ngumfundi) (2) 6.1.8 Imbongi ithi kuyokwenzeka lokhu okuhle uma isizuze iziqu zemfundo: - iyothokoza, √ - igiye, √ - kukikize omama.√ (3) 6.1.9 Uma isizuze iziqu abesimame bayobe bememeza kakhulu ngamaphimbo abo amnandi bebonga ukuphumelela kwayo.√√ (2) 6.1.10 Ukugqamisa/ ukusivezela indlela eyojabula ngayo uma isiphumelele.√ (1) [17] KANYE Akuvumelekile ukukopisha leli phepha Pheqa ikhasi
Downloaded from hlayiso.com IsiZulu Ulimi Lokuqala Lokwengeza (FAL)/P2 16 DBE/Novemba 2016 NSC – Imemorandamu 6.2 Lobu Bungani Ngiyabuhlonipha – PB Dlamini 6.2.1 OKUBILI kwalokhu okulandelayo: Iqiniso√/uthando√/uQiniso√/uThembeka√/uNoluthando√ (2) 6.2.2 OKUKODWA kwalokhu: • Maye itshe ukuzibuyisa.√√/Umugqa wama-20.√√ noma • Imfihlo yakho uQiniso uThembeka uNoluthando. √√/Umugqa we-16.√√ noma • Kungumqansa ukubuyisa lezi zithandani. √√/Umugqa we-19.√√ (2) 6.2.3 OKUTHATHU kwalokhu okulandelayo: • Izivunguvungu √/ • Iziphepho√/ • Umlilo√/ • Izikhukhula √ (3) 6.2.4 C√/Ukushaya eceleni.√ (1) 6.2.5 OKUKODWA kwalokhu: • Ukuxhumana okuphambene√√/ • Okutshekile √√/ • Okuyinxemu/ okuyingxemu√√/ (2) 6.2.6 Awupigogo awunontandakubukwa√√ (2) 6.2.7 OKUKODWA kwalokhu: Awudle ngazimanga namsindo Awupigogo awunontandakubukwa.√√ noma Ugadla ngeqiniso kuzwakale endodeni Ubhubhise izizwe enhla nasezansi.√√ (2) 6.2.8 (a) Imisebenzi yakho emihle ikwazile ukuba ibe wusizo kwabanye abantu. √√ (2) (b) Abanye abantu obakhombisile indlela bakwazile nabo ukuthi basizakale, babanolwazi futhi baba usizo. √√ (Nokunye okunembayo okuyoshiwo ngumfundi.) (2) [18] AMAMAKI ESIQEPHU D: 35 AMAMAKI ESEWONKE: 70 Akuvumelekile ukukopisha leli phepha

Study this subject

More from Grade 12 isiZulu FAL

View all